Dlulela kokuphakathi

INTSHA IYABUZA

Ingabe Kufanele Ngibhapathizwe?​—Ingxenye 2: Ukulungiselela Ubhapathizo

Ingabe Kufanele Ngibhapathizwe?​—Ingxenye 2: Ukulungiselela Ubhapathizo

 Uma uphila ngemithetho yeBhayibheli futhi ufuna ukuba umngani kaNkulunkulu, cishe ucabanga ukubhapathizwa. Ikhona yini indlela ongathola ngayo ukuthi ukulungele yini ukuthatha leso sinyathelo? a

Kulesi sihloko

 Kungakanani okudingeka ngikwazi?

 Ukulungiselela ubhapathizo akuhileli ukubamba izinto ngekhanda, njengoba singase senze esikoleni ukuze siphase isivivinyo. Nokho, kuzodingeka usebenzise ‘amandla akho okucabanga’ ukuze uqiniseke ngokuthi iBhayibheli lifundisa iqiniso. (Roma 12:1) Ngokwesibonelo:

 Yini okufanele ngiyenze?

 Akudingeki uze uphelele ukuze ubhapathizwe. Kodwa kufanele kubonakale ukuthi ufuna ngempela ‘ukufulathela okubi, wenze okuhle.’ (IHubo 34:14) Ngokwesibonelo:

 ICEBISO: Ukuze ulungele ukubhapathizwa, funda isahluko 37 sencwadi ethi Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo, Umqulu 2. Sicela uliphawule ngokukhethekile ishadi lemibuzo elisekhasini 308 no-309.

a Funda isihloko esithi “Ingabe Kufanele Ngibhapathizwe?—Ingxenye 1,” esikhuluma ngencazelo nokubaluleka kokuzinikezela kwakho kuNkulunkulu nokubhapathizwa.