Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Eyokuqala KwabaseKorinte

Izahluko

1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14 15 16

Okuphakathi

  • 1

    • Imikhonzo (1-3)

    • UPawulu ubonga uNkulunkulu ngabaseKorinte (4-9)

    • Isikhuthazo sokuba babe munye (10-17)

    • UKristu, amandla nokuhlakanipha kukaNkulunkulu (18-25)

    • Ukuziqhayisa ngoJehova kuphela (26-31)

  • 2

    • Ukushumayela kukaPawulu eKorinte (1-5)

    • Ukuphakama kokuhlakanipha kukaNkulunkulu (6-10)

    • Umuntu oqondiswa umoya uqhathaniswa nomuntu wenyama (11-16)

  • 3

    • AbaseKorinte basalandela izifiso zenyama (1-4)

    • UNkulunkulu uyakhulisa (5-9)

      • Izisebenzi ezikanye noNkulunkulu (9)

    • Yakhani ngezinto ezingashi (10-15)

    • Niyithempeli likaNkulunkulu (16, 17)

    • Ukuhlakanipha kwezwe kuwubuwula kuNkulunkulu (18-23)

  • 4

    • Abaphathi kufanele bathembeke (1-5)

    • Ukuthobeka kwezikhonzi ezingamaKristu (6-13)

      • “Ungeqeli ngale kwezinto ezilotshiwe” (6)

      • AmaKristu awumbukwane wasenkundleni yemidlalo (9)

    • UPawulu unakekela izingane zakhe ezingokomoya (14-21)

  • 5

    • Icala lokuziphatha kabi ngokocansi (1-5)

    • Imvubelo encane iyibilisa yonke inhlama (6-8)

    • Umuntu omubi kumele asuswe (9-13)

  • 6

    • Ukumangalelana phakathi kwabazalwane abangamaKristu (1-8)

    • Labo abangeke balizuze ifa loMbuso (9-11)

    • Khazimulisani uNkulunkulu emzimbeni wenu (12-20)

      • “Balekelani ukuziphatha kabi ngokocansi!” (18)

  • 7

    • Iseluleko sabangashadile nabashadile (1-16)

    • Qhubekani nisesimweni enabizwa nikuso (17-24)

    • Abangashadile nabafelokazi (25-40)

      • Izinzuzo zokuba ongashadile (32-35)

      • Shada “kuphela eNkosini” (39)

  • 8

    • Ngokuphathelene nokudla okunikelwe ezithixweni (1-13)

      • Kithi kukhona uNkulunkulu oyedwa (5, 6)

  • 9

    • Isibonelo sikaPawulu njengomphostoli (1-27)

      • “Ungayivali umlomo ngesifonyo inkabi” (9)

      • ‘Maye kimi uma ngingashumayeli!’ (16)

      • Ukuba yizinto zonke kubo bonke abantu (19-23)

      • Ukuzithiba emncintiswaneni wokuphila (24-27)

  • 10

    • Izibonelo eziyisixwayiso emlandweni ka-Israyeli (1-13)

    • Isixwayiso ngokukhonza izithixo (14-22)

      • Itafula likaJehova, itafula lamademoni (21)

    • Inkululeko nokucabangela abanye (23-33)

      • “Zonke izinto zenzeleni inkazimulo kaNkulunkulu” (31)

  • 11

    • “Yibani abalingisi bami” (1)

    • Ubunhloko nesembozo sekhanda (2-16)

    • Ukugcina iSidlo SeNkosi Sakusihlwa (17-34)

  • 12

    • Izipho zomoya (1-11)

    • Umzimba owodwa, amalungu amaningi (12-31)

  • 13

    • Uthando​—⁠indlela ezidlula zonke (1-13)

  • 14

    • Izipho zokuprofetha nokukhuluma ngezilimi (1-25)

    • Imihlangano yobuKristu ehlelekile (26-40)

      • Indawo yabesifazane ebandleni (34, 35)

  • 15

    • Ukuvuswa kukaKristu (1-11)

    • Uvuko isisekelo sokholo (12-19)

    • Uvuko lukaKristu luyisiqinisekiso (20-34)

    • Umzimba wenyama, umzimba womoya (35-49)

    • Ukungafi nokungonakali (50-57)

    • Okuningi eningakwenza emsebenzini weNkosi (58)

  • 16

    • Iminikelo yamaKristu aseJerusalema (1-4)

    • Izinhlelo zohambo lukaPawulu (5-9)

    • Ukuvakasha okuhleliwe kukaThimothewu no-Apholo (10-12)

    • Izikhuthazo nemikhonzo (13-24)