Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

A6-B

Ishadi: Abaprofethi Namakhosi AkwaJuda Nawakwa-Israyeli (INgxenye 2)

Amakhosi Ombuso WaseNingizimu (Liyaqhubeka)

U-Uziya (u-Azariya): Iminyaka engu-52

777 B.C.E.

UJothamu: Iminyaka engu-16

762

U-Ahazi: Iminyaka engu-16

746

UHezekiya: Iminyaka engu-29

716

UManase: Iminyaka engu-55

661

U-Amoni: Iminyaka emibili

659

UJosiya: Iminyaka engu-31

628

UJehowahazi: Izinyanga ezintathu

UJehoyakimi: Iminyaka engu-11

618

UJehoyakini: 3 izinyanga nezinsuku ezingu-10

617

UZedekiya: Iminyaka engu-11

607

AbaseBhabhiloni abahlaselayo beholwa uNebukhadinezari babhubhisa iJerusalema nethempeli lalo. UZedekiya, inkosi yokugcina yasemhlabeni yozalo lukaDavide, ususwa esihlalweni sobukhosi

Amakhosi Ombuso WaseNyakatho (Liyaqhubeka)

c. 803 B.C.E.

UZakariya: Izinyanga eziyisithupha ngokomlando obhaliwe

UZakariya waqala ukubusa ngezinga elithile, kodwa kuyacaca ukuthi akamiswanga njengenkosi kwaze kwaba ngawo-792

c. 791

UShalumi: Inyanga eyodwa

UMenahemu: Iminyaka engu-10

c. 780

UPhekaya: Iminyaka emibili

c. 778

UPheka: Iminyaka engu-20

c. 758

UHosheya: 9 Iminyaka kusukela cishe ngo-748

c. 748

Kubonakala sengathi uHosheya wamiswa ngokuphelele njengombusi noma kungenzeka wasekelwa umbusi wase-Asiriya uTiglath-pileser III cishe ngo-748

740

I-Asiriya linqoba iSamariya libusa u-Israyeli; umbuso wasenyakatho wakwa-Israyeli wezizwe eziyishumi uyaphela

  • Uhlu Lwabaprofethi

  • U-Isaya

  • UMika

  • UZefaniya

  • UJeremiya

  • UNahume

  • UHabakuki

  • UDaniyeli

  • UHezekeli

  • U-Obadiya

  • UHoseya