Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UMBUZO 12

Yiliphi Ithemba Esinalo Ngabafile?

“Ningamangali ngalokhu, ngoba ihora liyeza lapho bonke abasemathuneni beyolizwa izwi layo baphume.”

Johane 5:28, 29

“Kuyoba khona uvuko lwabalungile nabangalungile.”

IzEnzo 24:15

“Ngabona abafile, izikhulu nabantukazana, bemi phambi kwesihlalo sobukhosi, futhi imiqulu yavulwa. Kodwa kwavulwa nomunye umqulu; umqulu wokuphila. Abafile bahlulelwa ngokwalezo zinto ezazibhalwe emiqulwini ngokwezenzo zabo. Ulwandle lwakhipha abafile ababekulo, nokufa neThuna kwakhipha abafile ababekukho, bahlulelwa ngamunye ngokwezenzo zabo.”

IsAmbulo 20:12, 13