Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

A7-F

Izenzakalo Eziyinhloko Ekuphileni KukaJesu Kwasemhlabeni –Inkonzo KaJesu Yakamuva EMpumalanga YeJordani

ISIKHATHI

INDAWO

ISENZAKALO

MATHEWU

MARKU

LUKA

JOHANE

32, ngemva koMkhosi Wokunikezela

EBhethaniya ngaphesheya kweJordani

Uya lapho uJohane ayebhapathizela khona; abaningi baba nokholo kuJesu

     

10:40-42

EPhereya

Ufundisa emadolobheni nasemizini, uya ngaseJerusalema

   

13:22

 

Ubanxusa ukuba bangene ngomnyango omncane; ukhala ngeJerusalema

   

13:23-35

 

Cishe ePhereya

Ufundisa ngokuthobeka; imifanekiso: indawo eyayivelele kakhulu nezivakashi ezabeka izaba

   

14:1-24

 

Ukubala izindleko zokuba umfundi

   

14:25-35

 

Imifanekiso: imvu elahlekile, uhlamvu lwemali olulahlekile, indodana elahlekile

   

15:1-32

 

Imifanekiso: umphathi ongalungile, indoda ecebile noLazaru

   

16:1-31

 

Ufundisa ngokukhubeka, ngokuthethelela, nangokholo

   

17:1-10

 

EBhethaniya

ULazaru uyafa futhi uyavuswa

     

11:1-46

EJerusalema; kwa-Efrayimi

Icebo lokubulala uJesu; uyahamba

     

11:47-54

ESamariya; eGalile

Welapha abayishumi abanochoko; uchaza indlela uMbuso kaNkulunkulu oyofika ngayo

   

17:11-37

 

ESamariya noma eGalile

Imifanekiso: umfelokazi ophikelelayo, umFarisi nomqoqi wentela

   

18:1-14

 

EPhereya

Ufundisa ngomshado nangedivosi

19:1-12

10:1-12

   

Ubusisa izingane

19:13-15

10:13-16

18:15-17

 

Indoda eyisicebi iyabuza; umfanekiso wezisebenzi zasensimini yamagilebhisi neholo elilinganayo

19:16–20:16

10:17-31

18:18-30

 

Cishe ePhereya

Ubikezela okwesithathu ngokufa kwakhe

20:17-19

10:32-34

18:31-34

 

Isicelo sikaJakobe noJohane sokunikwa isikhundla eMbusweni

20:20-28

10:35-45

   

EJeriko

Udlula khona, welapha izimpumputhe ezimbili; uvakashela uZakewu; umfanekiso womina abayishumi

20:29-34

10:46-52

18:35–19:28