Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UmShumayeli

Izahluko

1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12

Okuphakathi

  • 1

    • Konke kuyize (1-11)

      • Umhlaba uhlala kuze kube phakade (4)

      • Imijikelezo engokwemvelo iyaqhubeka (5-7)

      • Ayikho into entsha phansi kwelanga (9)

    • Ukuhlakanipha komuntu kulinganiselwe (12-18)

      • Ukugijimisa umoya (14)

  • 2

    • Izinto ezazifunwa uSolomoni (1-11)

    • Ukubaluleka kokuhlakanipha komuntu (12-16)

    • Ukuba yize komsebenzi onzima (17-23)

    • Yidla, uphuze, ujabulele umsebenzi (24-26)

  • 3

    • Isikhathi esimisiwe sayo yonke into (1-8)

    • Ukujabulela ukuphila yisipho esivela kuNkulunkulu (9-15)

      • Ubuphakade busenhliziyweni yomuntu (11)

    • UNkulunkulu wahlulela bonke abantu ngobulungisa (16, 17)

    • Abantu nezilwane bayafa ekugcineni (18-22)

      • Konke kuyobuyela othulini (20)

  • 4

    • Ukufa kungcono kunokucindezelwa (1-3)

    • Umbono olinganiselayo ngomsebenzi (4-6)

    • Ukubaluleka komngani (7-12)

      • Ababili bangcono kunoyedwa (9)

    • Ukuphila kombusi kungaba yize (13-16)

  • 5

    • Yiba nokwesaba okufanele lapho usondela kuNkulunkulu (1-7)

    • Abaphansi babhekwe abasezikhundleni eziphakeme (8, 9)

    • Ukuba yize kwengcebo (10-20)

      • Abathanda imali abaneliseki (10)

      • Ubuthongo besisebenzi bumnandi (12)

  • 6

    • Ukuba nezinto kodwa ungajabuli (1-6)

    • Jabulela lokho onakho manje (7-12)

  • 7

    • Igama elihle nosuku lokufa (1-4)

    • Ukusola komuntu ohlakaniphile (5-7)

    • Singcono isiphetho kunesiqalo (8-10)

    • Inzuzo yokuhlakanipha (11, 12)

    • Izinsuku ezinhle nezimbi (13-15)

    • Kugweme ukweqisa (16-22)

    • Izinto ezibonwe umshumayeli (23-29)

  • 8

    • Ukubuswa umuntu onesono (1-17)

      • Lalela imiyalo yenkosi (2-4)

      • Ukubusa komuntu kuyalimaza (9)

      • Lapho isigwebo singakhishwanga ngokushesha (11)

      • Yidla, uphuze, ujabule (15)

  • 9

    • Bonke banesiphetho esifanayo (1-3)

    • Jabulela ukuphila yize kukhona ukufa (4-12)

      • Abafile abazi lutho (5)

      • Akukho msebenzi eThuneni (10)

      • Isikhathi nezenzakalo ezingalindelekile (11)

    • Ukuhlakanipha akwaziswa ngaso sonke isikhathi (13-18)

  • 10

    • Ubuwula obuncane buyakugqiba ukuhlakanipha (1)

    • Izingozi zokuntula ukuhlakanipha (2-11)

    • Umphumela odabukisayo wesiphukuphuku (12-15)

    • Ubuwula phakathi kwababusi (16-20)

      • Inyoni ingase ikuphinde okushilo (20)

  • 11

    • Lisebenzise kahle ithuba (1-8)

      • Phonsa isinkwa sakho emanzini (1)

      • Hlwanyela imbewu kusukela ekuseni kuze kuhlwe (6)

    • Bujabulele ngokuhlakanipha ubusha bakho (9, 10)

  • 12

    • Khumbula uMdali wakho ungakagugi (1-8)

    • Isiphetho somshumayeli (9-14)

      • Amazwi ahlakaniphile anjengezinkandi (11)

      • Yesaba uNkulunkulu weqiniso (13)