Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

IzEnzo ZabaPhostoli

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Incwadi eya kuTheyofilu (1-5)

    • Ofakazi nasezingxenyeni ezikude kakhulu zomhlaba (6-8)

    • UJesu unyukela ezulwini (9-11)

    • Abafundi bahlangana ngobunye (12-14)

    • Kukhethwa uMathiya ukuba angene esikhundleni sikaJuda (15-26)

  • 2

    • Kuthululwa umoya ongcwele ngePhentekoste (1-13)

    • Inkulumo kaPetru (14-36)

    • Izixuku ziyasabela enkulumweni kaPetru (37-41)

      • Kubhapathizwa abangu-3 000 (41)

    • Ukuhlangana ndawonye kwamaKristu (42-47)

  • 3

    • UPetru welapha isinxibi esilunyonga (1-10)

    • Inkulumo kaPetru eMphemeni KaSolomoni (11-26)

      • ‘Ukwenziwa kabusha kwazo zonke izinto’ (21)

      • Umprofethi onjengoMose (22)

  • 4

    • UPetru noJohane bayaboshwa (1-4)

      • Asengu-5 000 amadoda angamakholwa (4)

    • Kuqulwa icala phambi kweSanhedrini (5-22)

      • “Ngeke siyeke ukukhuluma” (20)

    • Bathandazela ukuba nesibindi (23-31)

    • Abafundi babelana izinto (32-37)

  • 5

    • U-Ananiya noSafira (1-11)

    • Abaphostoli benza izibonakaliso eziningi (12-16)

    • Bababopha base bebadedela (17-21a)

    • Balethwa phambi kweSanhedrini futhi (21b-32)

      • ‘Kumele silalele uNkulunkulu kunabantu’ (29)

    • Iseluleko sikaGamaliyeli (33-40)

    • Ukushumayela endlini ngendlu (41, 42)

  • 6

    • Kukhethwa amadoda ayisikhombisa ukuba abe yizikhonzi (1-7)

    • UStefanu usolwa ngokuhlambalaza (8-15)

  • 7

    • Inkulumo kaStefanu phambi kweSanhedrini (1-53)

      • Inkathi yezinzalamizi (2-16)

      • Ubuholi bukaMose; ukukhonza izithixo kuka-Israyeli (17-43)

      • UNkulunkulu akahlali emathempelini enziwe ngezandla (44-50)

    • Ukushaywa kukaStefanu ngamatshe (54-60)

  • 8

    • USawulu umshushisi (1-3)

    • Inkonzo kaFiliphu ethelayo eSamariya (4-13)

    • UPetru noJohane bathunyelwa eSamariya (14-17)

    • USimoni uzama ukuthenga umoya ongcwele (18-25)

    • Umthenwa ongumTopiya (26-40)

  • 9

    • USawulu uya eDamaseku (1-9)

    • U-Ananiya uthunywa ukuba ayosiza uSawulu (10-19a)

    • USawulu ushumayela ngoJesu eDamaseku (19b-25)

    • USawulu uvakashela eJerusalema (26-31)

    • UPetru uphulukisa u-Eneya (32-35)

    • UDorka ophanayo uyavuswa (36-43)

  • 10

    • Umbono kaKorneliyu (1-8)

    • Umbono kaPetru wezilwane ezihlanziwe (9-16)

    • UPetru uvakashela uKorneliyu (17-33)

    • UPetru umemezela izindaba ezinhle kwabeZizwe (34-43)

      • “UNkulunkulu akakhethi” (34, 35)

    • Abantu bezizwe bamukela umoya ongcwele futhi bayabhapathizwa (44-48)

  • 11

    • UPetru ubikela abaphostoli (1-18)

    • UBarnaba noSawulu base-Antiyokiya yaseSiriya (19-26)

      • Abafundi baqala ukubizwa ngokuthi amaKristu (26)

    • U-Agabu ubikezela indlala (27-30)

  • 12

    • UJakobe uyabulawa; uPetru uyaboshwa (1-5)

    • UPetru ukhululwa ngokuyisimangaliso (6-19)

    • UHerode ushaywa ingelosi (20-25)

  • 13

    • UBarnaba noSawulu bathunywa ukuyokwenza umsebenzi wokuba izithunywa zevangeli (1-3)

    • Inkonzo eKhupro (4-12)

    • Inkulumo kaPawulu e-Antiyokiya yasePhisidiya (13-41)

    • Umyalo oyisiprofetho wokuba kuphendukelwe ezizweni (42-52)

  • 14

    • Ukwanda nokuphikiswa e-Ikoniyu (1-7)

    • Kucatshangwa ukuthi bangonkulunkulu eListra (8-18)

    • UPawulu ushaywa ngamatshe kodwa akafi (19, 20)

    • Kuqiniswa amabandla (21-23)

    • Babuyela e-Antiyokiya yaseSiriya (24-28)

  • 15

    • Kuphikiswana ngendaba yokusoka e-Antiyokiya (1, 2)

    • Le ndaba iyiswa eJerusalema (3-5)

    • Amadoda amadala nabaphostoli bayahlangana (6-21)

    • Incwadi evela endikimbeni ebusayo (22-29)

    • Amabandla akhuthazwa yincwadi (30-35)

    • UPawulu noBarnaba bayahlukana (36-41)

  • 16

    • UPawulu ukhetha uThimothewu (1-5)

    • Umbono wendoda yaseMakedoniya (6-10)

    • Ukuphenduka kukaLidiya eFilipi (11-15)

    • UPawulu noSila bayaboshwa (16-24)

    • Unogada wasejele nomndeni wakhe bayabhapathizwa (25-34)

    • UPawulu uthi mabaxolise obala (35-40)

  • 17

    • UPawulu noSila eThesalonika (1-9)

    • UPawulu noSila eBhereya (10-15)

    • UPawulu e-Athene (16-22a)

    • Inkulumo kaPawulu e-Areyophagu (22b-34)

  • 18

    • Inkonzo kaPawulu eKorinte (1-17)

    • Ubuyela e-Antiyokiya yaseSiriya (18-22)

    • UPawulu uya eGalathiya naseFrigiya (23)

    • U-Apholo oqephuzayo uthola usizo (24-28)

  • 19

    • UPawulu e-Efesu; abanye baphinde bayabhapathizwa (1-7)

    • Ukufundisa kukaPawulu (8-10)

    • Bayaphumelela yize kunabantu abasebenzisa amademoni (11-20)

    • Isiyaluyalu e-Efesu (21-41)

  • 20

    • UPawulu eMakedoniya naseGrisi (1-6)

    • Kuvuswa u-Evitiku eTrowa (7-12)

    • Kusukwa eTrowa kuyiwa eMilethu (13-16)

    • UPawulu uhlangana namadoda amadala ase-Efesu (17-38)

      • Ukufundisa endlini ngendlu (20)

      • “Kukhona injabulo eyengeziwe ekupheni” (35)

  • 21

    • Kuyiwa eJerusalema (1-14)

    • Kufikwa eJerusalema (15-19)

    • UPawulu ulandela iseluleko samadoda amadala (20-26)

    • Kusuka isiyaluyalu ethempelini; uPawulu uyaboshwa (27-36)

    • UPawulu uyavunyelwa ukuba akhulume nesixuku (37-40)

  • 22

    • UPawulu uyaziphendulela phambi kwesixuku (1-21)

    • UPawulu usebenzisa ilungelo lakhe lokuba isakhamuzi saseRoma (22-29)

    • ISanhedrini iyahlangana (30)

  • 23

    • UPawulu ukhuluma phambi kweSanhedrini (1-10)

    • INkosi iqinisa uPawulu (11)

    • Uzungu lokubulala uPawulu (12-22)

    • UPawulu uyiswa eKhesariya (23-35)

  • 24

    • UPawulu uyamangalelwa (1-9)

    • UPawulu uziphendulela phambi kukaFeliksi (10-21)

    • Icala likaPawulu limiswa iminyaka emibili (22-27)

  • 25

    • Kuqulwa icala likaPawulu phambi kukaFestu (1-12)

      • “Ngidlulisela icala kuKhesari!” (11)

    • UFestu uxoxa neNkosi u-Agripha (13-22)

    • UPawulu uphambi kuka-Agripha (23-27)

  • 26

    • UPawulu uzivikela phambi kuka-Agripha (1-11)

    • UPawulu uchaza ngokuphenduka kwakhe (12-23)

    • Impendulo kaFestu neka-Agripha (24-32)

  • 27

    • UPawulu uhamba ngomkhumbi uya eRoma (1-12)

    • Umkhumbi uhlaselwa isiphepho (13-38)

    • Ukuphukelwa umkhumbi (39-44)

  • 28

    • Ogwini lwaseMelitha (1-6)

    • Ubaba kaPhubhiliyu uyaphulukiswa (7-10)

    • Sekuyiwa eRoma (11-16)

    • UPawulu ukhuluma namaJuda eRoma (17-29)

    • UPawulu ushumayela ngesibindi iminyaka emibili (30, 31)