Dlulela kokuphakathi

Ukuzwana Nabanye

Ukwakha Abangane

Yenza Ukuphila Kwakho Kube Ngcono​—Ukuphila Komndeni Nabangane

Singaba nobuhlobo obuhle nabanye uma sigxila kulokho esingabenzela kona kunalokho abangasenzela kona.

Onjani Umngane Omuhle?

Abantu abaningi banomuzwa wokuthi kubalulekile ukuba nabangane abahle. Ungaba kanjani umngane omuhle kwabanye? Lesi sihloko sizohlaziya izimiso ezine ezitholakala eBhayibhelini.

Unjani Umngane Weqiniso?

Kulula ukuthola abangane mbumbulu, kodwa ungamthola kanjani umngane weqiniso?

Indlela Yokwenza Abangani Beqiniso

Amacebiso amane angakusiza uthuthuke kusukela ekubeni nobungani obungaqinile kuya ekubeni nobungani obujulile.

Obani Abangane Bami Bangempela?

Funda ngokuthi ungabakha kanjani ubungane beqiniso nobuhlala njalo.

Kufanele Yini Ngithole Abangane Abengeziwe?

Ukuba nabangane abambalwa kungakwenza ukhululeke, kodwa ngezinye izikhathi kuyalimaza. Kanjani?

Isizungu

Indlela Yokubhekana Nesizungu

Ukuhlala unesizungu kuyingozi empilweni ngendlela efanayo nokubhema osikilidi abangu-15 ngosuku. Ungakugwema kanjani ukuzizwa ukhishwe inyumbazane futhi unesizungu?

Kungani Ngingenabo Abangane?

Akuwena wedwa onesizungu futhi ongenabangane. Thola ukuthi abanye ontanga yakho babhekana kanjani nesizungu.

Ukuxhumana Ngezobuchwepheshe

Indlela Yokushiya Umsebenzi “Emsebenzini”

Amacebiso amahlanu angakusiza ukuba umsebenzi ungaphazamisi umshado wakho.

Indlela Yokugcina Ezobuchwepheshe Zisendaweni Yazo

Ukusebenzisa ezobuchwepheshe kungawenza uphumelele umshado wakho noma kuwulimaze. Ziwuthinta kanjani umshado wakho?

Zisebenzise Ngokuhlakanipha Izingosi Zokuxhumana

Kujabulele ukusebenzisa i-Internet lapho uxhumana nabangane bakho futhi ukwenze ngokucophelela.

Yini Okufanele Uyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Ngomakhale­khukhwini?

Ukuthumela imiyalezo ngomakhale­khukhwini kungaphazamisa ubungane bakho nabanye nedumela lakho. Thola ukuthi kanjani.

Indlela Yokubonisa Inhlonipho Lapho Uthumela Imiyalezo

Ingabe kuwukuba luhlaza ukuphazamisa ingxoxo ukuze nje ubheke umyalezo? Noma, ingabe kuwukuba luhlaza ukuwuziba ngoba nje ufuna ukuqhubeka nengxoxo?

Ezokuthandana

Ingabe Ngikulungele Ukuthandana Nothile?

Amaphuzu amahlanu akusiza ubone ukuthi ukulungele yini ukuthandana nothile nokushada.

Kubi Yini Ukwenza Sengathi Ufuna Ukuthandana Nothile?

Kubi yini ukwenza sengathi ufuna ukuthandana nothile? Ontanga yakho baxoxa ngokuthi ukhona yini ongalimala uma ukwenza.

Ubungane Noma Uthando?—Ingxenye 1: Ezani Izimpawu Engizitholayo?

Thola amacebiso angakusiza wazi ukuthi othile ukuthumelela izimpawu zothando noma umane efuna ubungane nje.

Ubungane Noma Uthando?—Ingxenye 2: Ezani Izimpawu Engizithumelayo?

Kungenzeka yini umngane wakho azitshele ukuthi ufuna nibe ngaphezu kwabangane nje? Bheka la macebiso.

Yini Engingayilindela Emshadweni?​—Ingxenye 1

Hlobo luni lwezinzuzo nezinselele okufanele ululindele emshadweni?

Yini Engingayilindela Emshadweni?—Ingxenye 2

Funda ngokuthi ungazilungiselela kanjani izinselele ezingalindelekile ekuphileni kwasemshadweni.

Ingabe Uthando Noma Ukuthatheka?

Thola ukuthi ukuthatheka nothando lwangempela kuyini.

Lithini IBhayibheli Ngokukipita?

Imiyalo kaNkulunkulu isitshela ukuthi singabenza kanjani ubuhlobo nemindeni yethu bufudumale, futhi imiyalo yakhe ihlale ibasiza labo abayilalelayo.

Luyini Uthando Lweqiniso?

Izimiso zeBhayibheli zingawasiza amaKristu ekukhetheni abangane abahle bomshado nasekubonisaneni uthando lweqiniso ngemva komshado.

Ukuhlukana Nomuntu Obuthandana Naye

Ungaqhubeka kanjani nokuphila ngemva kokuhlukana kabuhlungu nobuthandana naye?

Yini Engingayenza Uma Ngihlukene Nomuntu Ebengithandana Naye?

Funda indlela yokululama kulobo buhlungu benhliziyo.

Ukulungisa Ukungaboni Ngaso Linye

Kungani Kufanele Ngixolise?

Bheka izizathu ezintathu ezinhle zokuthi ‘ngiyaxolisa,’ ngisho noma uzibona ungekho ephutheni.

Lithini IBhayibheli Ngentukuthelo?

Zikhona yini izizathu ezizwakalayo zokuthukuthela? Yini okufanele uyenze lapho usuqala ukuthukuthela?

Abantu Bangakwenza Kanjani Ukuthula?

Izimiso zeBhayibheli ziye zasiza labo ababeyizitha ngaphambili ukuba babe nokuthula phakathi kwabo futhi baba ngisho nangabangane.

Kuyini Ukuthethelela?

IBhayibheli linamaphuzu amahlanu angakusiza uthethelele othile.

Indlela Yokuthethelela

Kungani kungase kube nzima kangaka? Bona ukuthi iseluleko seBhayibheli singasiza kanjani.

Indlela Yokuthola Injabulo​—⁠Ukuthethelela

Uzogula futhi ngeke ujabule uma uhlale uthukuthele futhi unenzondo.

Ubandlululo Nokucwasana

Ubandlululo—Inkinga Yomhlaba Wonke

Luyini ubandlululo? Kungani kungase kuthiwe luyinkinga ekuwo wonke umuntu emhlabeni?

Ubandlululo​—⁠Ingabe Unalo?

Yiziphi ezinye izimpawu ezingase zibonise ukuthi sinobandlulo?

Ukubekezelelana—Lingasiza Yini IBhayibheli

Le miBhalo iveza indlela iBhayibheli elikukhuthaza ngayo ukuthula nokuhloniphana kwabo bonke abantu.

Lithini IBhayibheli Ngobandlululo?

Ingabe zonke izinhlanga ziyalingana? Ingabe ubandlululo luyoke luphele?

Indlela Yokuqeda Ukuzondana Okungapheli​—Ungakhethi

Lingisa uNkulunkulu ongakhethi ngokususa yonke imizwa yenzondo onayo ngabanye.

Ubandlululo​​—⁠Yakha Ubungane Nabantu Abahlukahlukene

Bona izinzuzo zokuba nabangane abahlukile kuwe.

Ingabe Ukulingana Kwezinhlanga Zabantu Kuyiphupho Nje?—Lithini IBhayibheli?

Izigidi zabantu zifundiswa yiBhayibheli indlela yokuphatha abanye ngenhlonipho nangendlela engasehlisi isithunzi sabo.

Umhlaba Ongenalo Ubandlululo—Nini?

Izinto ezenzeka ngempela zifakazela ukuthi iBhayibheli liyabasiza abantu ukuba banqobe ubandlululo. Luyoqedwa nini ngokuphelele?

Uthando Oluqotho Luyoyinqoba Nini Inzondo?

Kungaba nzima ukunqoba ubandlululo. Bona ukuthi umJuda nomPalestina bakwazi kanjani ukulunqoba.

Ngangifuna Ukulwa Nokungabi Nabulungisa

URafika wajoyina iqembu elalilwela ushintsho ngoba efuna ukulwa nokungabi nabulungisa. Kodwa wabe esefunda ngesithembiso seBhayibheli sokuthi kuzoba nokuthula nobulungisa lapho sekubusa uMbuso kaNkulunkulu.