Dlulela kokuphakathi

Imikhuba Engayekeki

Izejwayezi

Indlela Yokulawula Izejwayezi Zakho

Qinisekisa ukuthi izejwayezi zakho ziyakusiza kunokuba zikulimaze.

Ngingamelana Kanjani Nezilingo?

Nazi izinto ezintathu ezingakusiza umelane nezilingo.

Ugwayi, Izidakamizwa Notshwala

Ingabe IBhayibheli Lingakusiza Unqobe Ukusebenzisa Kabi Izidakamizwa?

Izinyathelo ezine ezisekelwe eBhayibhelini ezingakusiza ugqashule kulo mkhuba.

Ukuphuza Utshwala—Ungakulawula Kanjani?

Amacebiso amahlanu angakusiza ulawule indlela ophuza ngayo, ngisho noma usosizini.

Lithini IBhayibheli Ngotshwala? Ingabe Kuyisono Ukubuphuza?

Empeleni iBhayibheli likhuluma ngezinzuzo eziningana zokuphuza iwayini nezinye iziphuzo ezidakayo.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngotshwala?

Funda ukugwema izinkinga ezingokomthetho, idumela elibi, ukuhlukunyezwa ngokocansi, ukuba umlutha nokufa.

Uyini Umbono KaNkulunkulu Ngokubhema?

IBhayibheli alisho lutho ngokubhema, pho-ke singazi kanjani?

Ingabe Ukubhema Kuyisono?

Singakwazi kanjani ukuphendula lo mbuzo uma iBhayibheli lingakhulumi ngokubhema?

Yayisingicikile Indlela Engangiphila Ngayo

UDmitry Korshunov wayeyisidakwa, kodwa waqala ukufunda iBhayibheli nsuku zonke. Yini eyamenza wenza izinguquko ezinkulu ekuphileni kwakhe?

Izinto Zobuchwepheshe

Ingabe Uzisebenzisa Ngokuhlakanipha Ezobuchwepheshe?

Phendula imibuzo emine kulesi sivivinyo esilula ukuze uthole impendulo.

Zivikele Emangeni

Izindaba ezikhohlisayo, imibiko engamanga, nezinzwabethi kuthe chithi saka, kungabanga ngisho umonakalo.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngemidlalo Yama-computer?

Ingase ibe nezinzuzo ezithile kanye nobubi obuthile, kokubili okungenza awukaze ucabange ngako.

Ingabe Imishini Yakho Yezobuchwepheshe Iyakubusa?

Nakuba uphila ezweni lezobuchwepheshe, akufanele likulawule. Ungabona kanjani ukuthi usuwumlutha womshini wakho? Uma unenkinga yalokhu, ungazishintsha kanjani izinto?

Ukugembula

Lokho Okushiwo IBhayibheli Ngokugembula

Ingabe kumane kuwukuzijabulisa okungenangozi?

Ingabe Ukugembula Kuyisono?

IBhayibheli alenabi mayelana nokugembula, ngakho singazi kanjani ukuthi uyini umbono kaNkulunkulu?

Izithombe Zocansi

Izithombe Zobulili Ezingcolile—Ziyingozi Noma Cha?

Izithombe zobulili ezingcolile zibathinta kanjani abantu nemindeni?

Ingabe IBhayibheli Liyazilahla Izithombe Zobulili Ezingcolile?

Uma ufisa ukujabulisa uNkulunkulu, thola indlela azizwa ngayo ngezithombe zobulili ezingcolile.

Kungani Kufanele Ugweme Izithombe Ezingcolile?

Izithombe ezingcolile zifana kanjani nogwayi?

Kuthiwani Uma Ngiwumlutha Wezithombe Zobulili Ezingcolile?

IBhayibheli lingakusiza uqonde lokho izithombe zobulili ezingcolile eziyikho ngempela.

Lithini iBhayibheli Ngezithombe Zobulili Ezingcolile Nangocansi Olukuyi-Internet?

Ukuzijabulisa okugxile ocansini sekwandile. Ingabe ukuthandwa kwakho kwenza kwamukeleke?