Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UMika

Izahluko

1 2 3 4 5 6 7

Okuphakathi

  • 1

    • Isahlulelo ngokumelene neSamariya noJuda (1-16)

      • Izono nokuvukela kudala izinkinga (5)

  • 2

    • Maye kubacindezeli! (1-11)

    • U-Israyeli uphinde aqoqelwe ndawonye abe nobunye (12, 13)

      • Kuyoba nomsindo wabantu ezweni (12)

  • 3

    • Abaholi nabaprofethi bayalahlwa (1-12)

      • Umoya kaJehova wenza uMika agcwale amandla (8)

      • Abapristi bafundisa ngenjongo yokuthola imali (11)

      • IJerusalema liyoba idolobha eliyincithakalo (12)

  • 4

    • Intaba kaJehova iyaphakanyiswa (1-5)

      • Izinkemba zenziwa amageja (3)

      • “Siyohamba ngegama likaJehova” (5)

    • IZiyoni elivuselelwe liyokwenziwa libe namandla (6-13)

  • 5

    • Umbusi oyoba mkhulu emhlabeni wonke (1-6)

      • Umbusi uyovela eBhetlehema (2)

    • Abasele bayoba njengamazolo nanjengebhubesi (7-9)

    • Izwe lizokwenziwa lihlanzeke (10-15)

  • 6

    • Icala uNkulunkulu aliqulisa u-⁠Israyeli (1-5)

    • Yini uJehova ayifunayo? (6-8)

      • Ubulungisa, ubuqotho, isizotha (8)

    • Icala nesijeziso sika-Israyeli (9-16)

  • 7

    • Ukuziphatha okubi kuka-Israyeli (1-6)

      • Izitha ezisemndenini womuntu (6)

    • ‘Ngizolinda ngesineke’ (7)

    • Kwahlulelwa abantu bakaNkulunkulu (8-13)

    • Umthandazo kaMika nokudumisa kwakhe uNkulunkulu (14-20)

      • Impendulo kaJehova (15-17)

      • ‘Ubani onguNkulunkulu onjengoJehova?’ (18)