Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Joshuwa

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • UJehova ukhuthaza uJoshuwa (1-9)

      • Funda uMthetho ngezwi eliphansi (8)

    • Ukulungiselela ukuwela iJordani (10-18)

  • 2

    • UJoshuwa uthumela izinhloli ezimbili eJeriko (1-3)

    • URahabi ufihla izinhloli (4-7)

    • Isithembiso esiya kuRahabi (8-21a)

      • Intambo ebomvu ewuphawu (18)

    • Izinhloli zibuyela kuJoshuwa (21b-24)

  • 3

    • U-Israyeli uwela iJordani (1-17)

  • 4

    • Amatshe azoba yisikhumbuzo (1-24)

  • 5

    • Ukusokwa eGiligali (1-9)

    • Kugujwa iphasika; imana liyanqamuka (10-12)

    • Isikhulu sebutho likaJehova (13-15)

  • 6

    • Udonga lwaseJeriko luyawa (1-21)

    • URahabi nomndeni wakhe bayasinda (22-27)

  • 7

    • U-Israyeli uyanqotshwa e-Ayi (1-5)

    • Umthandazo kaJoshuwa (6-9)

    • Isono esibangele ukuba u-Israyeli anqotshwe (10-15)

    • U-Akhani uyadalulwa bese eshaywa ngamatshe (16-26)

  • 8

    • UJoshuwa ubeka abaqamekeli abazohlasela i-Ayi (1-13)

    • I-Ayi liyanqotshwa (14-29)

    • Kufundwa uMthetho eNtabeni i-Ebhali (30-35)

  • 9

    • AbaseGibheyoni abahlakaniphile bafuna ukuthula (1-15)

    • Ubuqili babaseGibheyoni buhlala obala (16-21)

    • AbaseGibheyoni bazotheza izinkuni bakhe namanzi (22-27)

  • 10

    • U-Israyeli uvikela abaseGibheyoni (1-7)

    • UJehova ulwela u-Israyeli (8-15)

      • Isichotho siwela ezitheni ezibalekayo (11)

      • Ilanga liyama (12-14)

    • Amakhosi amahlanu ahlaselayo ayabulawa (16-28)

    • Amadolobha aseningizimu ayanqotshwa (29-43)

  • 11

    • Amadolobha asenyakatho ayanqotshwa (1-15)

    • Ukufingqwa kokunqoba kukaJoshuwa (16-23)

  • 12

    • Amakhosi anqotshwa empumalanga yeJordani (1-6)

    • Amakhosi anqotshwa entshonalanga yeJordani (7-24)

  • 13

    • Izwe elingakanqotshwa (1-7)

    • Ukwabiwa kwezwe elisempumalanga yeJordani (8-14)

    • Ifa likaRubeni (15-23)

    • Ifa likaGadi (24-28)

    • Ifa likaManase empumalanga (29-32)

    • UJehova uyifa lamaLevi (33)

  • 14

    • Ukwabiwa kwezwe elisentshonalanga yeJordani (1-5)

    • UKalebi uthola iHebroni njengefa (6-15)

  • 15

    • Ifa likaJuda (1-12)

    • Indodakazi kaKalebi ithola indawo (13-19)

    • Amadolobha akwaJuda (20-63)

  • 16

    • Ifa lesizukulwane sikaJosefa (1-4)

    • Ifa lika-Efrayimi (5-10)

  • 17

    • Ifa likaManase elisentshonalanga (1-13)

    • Elinye izwe lesizukulwane sikaJosefa (14-18)

  • 18

    • Izwe elisele liyabiwa eShilo (1-10)

    • Ifa likaBhenjamini (11-28)

  • 19

    • Ifa likaSimeyoni (1-9)

    • Ifa likaZebhuloni (10-16)

    • Ifa lika-Isakare (17-23)

    • Ifa lika-Asheri (24-31)

    • Ifa likaNafetali (32-39)

    • Ifa likaDani (40-48)

    • Ifa likaJoshuwa (49-51)

  • 20

    • Amadolobha esiphephelo (1-9)

  • 21

    • Amadolobha amaLevi (1-42)

      • Awesizukulwane sika-Aroni (9-19)

      • Awawo wonke amaKohati (20-26)

      • AwabakwaGereshoni (27-33)

      • AwabakwaMerari (34-40)

    • Izithembiso zikaJehova zigcwalisekile (43-45)

  • 22

    • Izizwe ezisempumalanga zibuyela emizini yazo (1-8)

    • Kwakhiwa i-altare eJordani (9-12)

    • Kuyachazwa ukuthi elokwenzani i-altare (13-29)

    • Ingxabano iyaxazululwa (30-34)

  • 23

    • UJoshuwa uyavalelisa kubaholi bama-Israyeli (1-16)

      • Alikho nelilodwa izwi likaJehova elingagcwalisekanga (14)

  • 24

    • UJoshuwa ukhuluma ngomlando ka-Israyeli (1-13)

    • Bakhuthazwa ukuba bakhonze uJehova (14-24)

      • “Kepha mina nomndeni wami, sizokhonza uJehova” (15)

    • Isivumelwano sikaJoshuwa no-Israyeli (25-28)

    • UJoshuwa uyafa angcwatshwe (29-31)

    • Amathambo kaJosefa angcwatshwa eShekemi (32)

    • U-Eleyazare uyafa angcwatshwe (33)