Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

IsiLilo

Izahluko

1 2 3 4 5

Okuphakathi

  • 1

    • IJerusalema lifaniswa nomfelokazi

      • Lisele lodwa lishiywe dengwane (1)

      • Izono ezinkulu zeZiyoni (8, 9)

      • UNkulunkulu ulilahlile iZiyoni (12-15)

      • Akekho ozoduduza iZiyoni (17)

  • 2

    • UJehova ulithukuthelele iJerusalema

      • Akekho obonisa isihe (2)

      • UJehova unjengesitha kulo (5)

      • Kukhalelwa iZiyoni (11-13)

      • Abadlula ngendlela balenza inhlekisa leli dolobha elake laba lihle (15)

      • Izitha ziyajabula ngokuwa kweZiyoni (17)

  • 3

    • UJeremiya uveza imizwa yakhe nethemba

      • “Ngizokulinda ngesineke” (21)

      • Isihe sikaNkulunkulu sisha njalo ekuseni (22, 23)

      • UNkulunkulu muhle kulabo abathembela kuye (25)

      • Kuhle ukuba umuntu abhekane nobunzima ebusheni bakhe (27)

      • UNkulunkulu uvimbe ngefu ukuba kungasondelwa kuye (43, 44)

  • 4

    • Imiphumela ebuhlungu yokuvinjezelwa kweJerusalema

      • Ukuntuleka kokudla (4, 5, 9)

      • Abesifazane bapheka izingane zabo (10)

      • UJehova uthulule intukuthelo yakhe (11)

  • 5

    • Isizwe sithandazela ukuba sibuyiselwe endaweni yaso

      • “Khumbula lokho okusehlele” (1)

      • ‘Maye kithi; sonile’ (16)

      • “O Jehova, sibuyisele kuwe” (21)

      • “Yenza izinsuku zethu zibe njengakuqala” (21)