Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

U-Amose

Izahluko

1 2 3 4 5 6 7 8 9

Okuphakathi

  • 1

    • U-Amose uthola umyalezo ovela kuJehova (1, 2)

    • Izahlulelo zokuvukela kaningi (3-15)

  • 2

    • Izahlulelo zokuvukela kaningi (1-16)

  • 3

    • Ukumemezela isahlulelo sikaNkulunkulu (1-8)

      • UNkulunkulu wembula imfihlo yakhe (7)

    • Umyalezo omelene neSamariya (9-15)

  • 4

    • Umyalezo omelene nezinkomo zaseBhashani (1-3)

    • UJehova ukwenza inhlekisa ukukhulekela kwamanga kuka-Israyeli (4, 5)

    • U-Israyeli uyenqaba ukwamukela isiyalo (6-13)

      • “Lungela ukuhlangana noNkulunkulu wakho” (12)

      • ‘UNkulunkulu utshela umuntu imicabango yaKhe’ (13)

  • 5

    • U-Israyeli unjengentombi nto ewile (1-3)

    • Funani uNkulunkulu, niqhubeke niphila (4-17)

      • Zondani okubi, nithande okuhle (15)

    • Usuku lukaJehova, usuku lobumnyama (18-27)

      • Imihlatshelo ka-Israyeli iyenqatshwa (22)

  • 6

    • Maye kulabo abazithela ngabandayo! (1-14)

      • Imibhede yezinyo lendlovu; izinkomishi zewayini (4, 6)

  • 7

    • Imibono ebonisa ukuthi ukuphela kuka-Israyeli kuseduze (1-9)

      • Izintethe (1-3), umlilo (4-6), intambo yokukala (7-9)

    • U-Amose utshelwa ukuba ayeke ukuprofetha (10-17)

  • 8

    • Umbono kabhasikidi wezithelo zasehlobo (1-3)

    • Abacindezeli bayalahlwa (4-14)

      • Indlala engokomoya (11)

  • 9

    • Izahlulelo zikaNkulunkulu azinakubalekelwa (1-10)

    • Kuyovuswa idokodo likaDavide (11-15)