Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Eyesibili YeziKronike

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • USolomoni ucela ukuhlakanipha (1-12)

    • Ingcebo kaSolomoni (13-17)

  • 2

    • Amalungiselelo okwakha ithempeli (1-18)

  • 3

    • USolomoni uqala ukwakha ithempeli (1-7)

    • INgcwelengcwele (8-14)

    • Izinsika ezimbili zethusi (15-17)

  • 4

    • I-altare, uLwandle nezindishi (1-6)

    • Izinti zezibani, amatafula namagceke (7-11a)

    • Kuphothulwa impahla yasethempelini (11b-22)

  • 5

    • Amalungiselelo okuvulwa kwethempeli (1-14)

      • UMphongolo ulethwa ethempelini (2-10)

  • 6

    • USolomoni ukhuluma nabantu (1-11)

    • Umthandazo kaSolomoni wokuvulwa kwe-altare (12-42)

  • 7

    • Ithempeli ligcwele inkazimulo kaJehova (1-3)

    • Imikhosi yokuvulwa kwe-altare (4-10)

    • UJehova ubonakala kuSolomoni (11-22)

  • 8

    • Eminye imisebenzi yokwakha kaSolomoni (1-11)

    • Kuhlelwa ukukhulekela kwasethempelini (12-16)

    • Imikhumbi kaSolomoni (17, 18)

  • 9

    • Indlovukazi yaseSheba ivakashela uSolomoni (1-12)

    • Ingcebo kaSolomoni (13-28)

    • Ukufa kukaSolomoni (29-31)

  • 10

    • U-Israyeli uvukela uRehobowamu (1-19)

  • 11

    • Ukubusa kukaRehobowamu (1-12)

    • AmaLevi aqotho athuthela kwaJuda (13-17)

    • Umndeni kaRehobowamu (18-23)

  • 12

    • UShishaki uhlasela iJerusalema (1-12)

    • Ukubusa kukaRehobowamu kuyaphela (13-16)

  • 13

    • U-Abhiya, inkosi yakwaJuda (1-22)

      • U-Abhiya unqoba uJerobowamu (3-20)

  • 14

    • Ukufa kuka-Abhiya (1)

    • U-Asa, inkosi yakwaJuda (2-8)

    • U-Asa unqoba amaTopiya angu-1 000 000 (9-15)

  • 15

    • Izinguquko ezenziwa u-⁠Asa (1-19)

  • 16

    • Isivumelwano sika-Asa neSiriya (1-6)

    • UHanana usola u-⁠Asa (7-10)

    • Ukufa kuka-Asa (11-14)

  • 17

    • UJehoshafati, inkosi yakwaJuda (1-6)

    • Umkhankaso wokufundisa (7-9)

    • Amandla empi kaJehoshafati (10-19)

  • 18

    • UJehoshafati ubambisana no-Ahabi (1-11)

    • Isiprofetho sikaMikhaya sokunqotshwa (12-27)

    • U-Ahabi ubulawelwa eRamoti-gileyadi (28-34)

  • 19

    • UJehu usola uJehoshafati (1-3)

    • Izinguquko ezenziwa uJehoshafati (4-11)

  • 20

    • Izizwe ezingomakhelwane zisongela uJuda (1-4)

    • UJehoshafati uthandazela usizo (5-13)

    • Impendulo evela kuJehova (14-19)

    • UJuda usindiswa ngokuyisimangaliso (20-30)

    • Ukuphela kokubusa kukaJehoshafati (31-37)

  • 21

    • UJehoramu, inkosi yakwaJuda (1-11)

    • Umyalezo obhaliwe ovela ku-Eliya (12-15)

    • Isiphetho esibi sikaJehoramu (16-20)

  • 22

    • U-Ahaziya, inkosi yakwaJuda (1-9)

    • U-Athaliya uthatha isihlalo sobukhosi ngodli (10-12)

  • 23

    • UJehoyada uyangenela; uJehowashi uba inkosi (1-11)

    • U-Athaliya uyabulawa (12-15)

    • Izinguquko ezenziwa uJehoyada (16-21)

  • 24

    • Ukubusa kukaJehowashi (1-3)

    • UJehowashi uvuselela ithempeli (4-14)

    • Ukuhlubuka kukaJehowashi (15-22)

    • UJehowashi uyabulawa (23-27)

  • 25

    • U-Amaziya, inkosi yakwaJuda (1-4)

    • Kulwiwa nabakwa-Edomi (5-13)

    • Ukukhonza izithixo kuka-Amaziya (14-16)

    • Kulwiwa nenkosi yakwa-Israyeli uJehowashi (17-24)

    • Ukufa kuka-Amaziya (25-28)

  • 26

    • U-Uziya, inkosi yakwaJuda (1-5)

    • Okwasetshenziswa u-⁠Uziya empini (6-15)

    • U-Uziya oqhoshayo ushaywa ngochoko (16-21)

    • Ukufa kuka-Uziya (22, 23)

  • 27

    • UJothamu, inkosi yakwaJuda (1-9)

  • 28

    • U-Ahazi, inkosi yakwaJuda (1-4)

    • Unqotshwa iSiriya no-Israyeli (5-8)

    • U-Odedi uxwayisa u-⁠Israyeli (9-15)

    • UJuda uyathotshiswa (16-19)

    • Ukukhonza izithixo kuka-Ahazi; ukufa kwakhe (20-27)

  • 29

    • UHezekiya, inkosi yakwaJuda (1, 2)

    • Izinguquko ezenziwa uHezekiya (3-11)

    • Kuhlanzwa ithempeli (12-19)

    • Izinkonzo zasethempelini ziyavuselelwa (20-36)

  • 30

    • UHezekiya ugubha iPhasika (1-27)

  • 31

    • UHezekiya uqeda ukuhlubuka (1)

    • Abapristi namaLevi basekelwa ngendlela efanele (2-21)

  • 32

    • USaneheribi usongela iJerusalema (1-8)

    • USaneheribi udelela uJehova (9-19)

    • Ingelosi ihlasela ibutho lase-Asiriya (20-23)

    • Ukugula kukaHezekiya nokuzidla kwakhe (24-26)

    • Izinto ezafezwa uHezekiya nokufa kwakhe (27-33)

  • 33

    • UManase, inkosi yakwaJuda (1-9)

    • UManase uyaphenduka ebubini bakhe (10-17)

    • Ukufa kukaManase (18-20)

    • U-Amoni, inkosi yakwaJuda (21-25)

  • 34

    • UJosiya, inkosi yakwaJuda (1, 2)

    • Izinguquko ezenziwa uJosiya (3-13)

    • Kutholakala incwadi yoMthetho (14-21)

    • UHulida uprofetha ngenhlekelele (22-28)

    • UJosiya ufundela abantu incwadi (29-33)

  • 35

    • UJosiya uhlela iPhasika elikhulu (1-19)

    • UJosiya ubulawa uFaro Nekho (20-27)

  • 36

    • UJehowahazi, inkosi yakwaJuda (1-3)

    • UJehoyakimi, inkosi yakwaJuda (4-8)

    • UJehoyakini, inkosi yakwaJuda (9, 10)

    • UZedekiya, inkosi yakwaJuda (11-14)

    • Ukubhujiswa kweJerusalema (15-21)

    • Umyalo kaKoresi wokwakha kabusha ithempeli (22, 23)