Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Eyokuqala YaMakhosi

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • UDavide no-Abhishagi (1-4)

    • U-Adoniya ufuna ubukhosi (5-10)

    • UNathani noBhati-sheba bathatha isinyathelo (11-27)

    • UDavide uyala ukuba kugcotshwe uSolomoni (28-40)

    • U-Adoniya ubalekela e-⁠altare (41-53)

  • 2

    • UDavide unika uSolomoni iziqondiso (1-9)

    • UDavide uyafa; uSolomoni uyabusa (10-12)

    • Icebo lika-Adoniya limholela ekufeni (13-25)

    • U-Abhiyathara uyaxoshwa; uJowabe uyabulawa (26-35)

    • UShimeyi uyabulawa (36-46)

  • 3

    • USolomoni ushada nendodakazi kaFaro (1-3)

    • UJehova ubonakala kuSolomoni ephusheni (4-15)

      • USolomoni ucela ukuhlakanipha (7-9)

    • USolomoni uyahlulela phakathi komama ababili (16-28)

  • 4

    • Umbuso kaSolomoni (1-19)

    • Ukuchuma ngaphansi kokubusa kukaSolomoni (20-28)

      • Ukulondeka ngaphansi kwesihlahla samagilebhisi nesomkhiwane (25)

    • Ukuhlakanipha kukaSolomoni nezaga zakhe (29-34)

  • 5

    • INkosi uHiramu inika uSolomoni izinto zokwakha (1-12)

    • Izisebenzi zikaSolomoni eziphoqelelwe (13-18)

  • 6

    • USolomoni wakha ithempeli (1-38)

      • Ikamelo elingaphakathi (19-22)

      • Amakherubi (23-28)

      • Okuqoshiwe, izicabha, igceke elingaphakathi (29-36)

      • Ukwakhiwa kwethempeli kuyaphela ngemva kweminyaka engaba yisikhombisa (37, 38)

  • 7

    • Isigodlo sikaSolomoni (1-12)

    • Ingcweti enguHiramu isiza uSolomoni (13-47)

      • Izinsika zethusi ezimbili (15-22)

      • ULwandle lwethusi oluncibilikisiwe (23-26)

      • Izinqola eziyishumi nezimbiza zethusi (27-39)

    • Ukuphothulwa kokwenziwa kwezinto zegolide zethempeli (48-51)

  • 8

    • UMphongolo ungeniswa ethempelini (1-13)

    • USolomoni ukhuluma nesizwe (14-21)

    • Umthandazo kaSolomoni wokunikezela ithempeli (22-53)

    • USolomoni ubusisa isizwe (54-61)

    • Umkhosi wokunikezela nemihlatshelo (62-66)

  • 9

    • UJehova ubonakala kuSolomoni okwesibili (1-9)

    • Isipho sikaSolomoni esiya eNkosini uHiramu (10-14)

    • Imisebenzi ehlukahlukene kaSolomoni (15-28)

  • 10

    • INdlovukazi yaseSheba ivakashela uSolomoni (1-13)

    • Ingcebo eningi kaSolomoni (14-29)

  • 11

    • Abafazi bakaSolomoni bachezukisa inhliziyo yakhe (1-13)

    • Abantu abamelana noSolomoni (14-25)

    • UJerobowamu uthenjiswa izizwe eziyishumi (26-40)

    • USolomoni uyafa; uRehobowamu uba yinkosi (41-43)

  • 12

    • URehobowamu uphendula ngokhahlo (1-15)

    • Izizwe eziyishumi ziyavukela (16-19)

    • UJerobowamu uba yinkosi yakwa-Israyeli (20)

    • URehobowamu akufanele alwe no-Israyeli (21-24)

    • Ukukhonzwa kwethole likaJerobowamu (25-33)

  • 13

    • Isiprofetho ngokumelene ne-altare eliseBhethele (1-10)

      • I-altare lihlukana phakathi (5)

    • Umuntu kaNkulunkulu akalaleli (11-34)

  • 14

    • Isiprofetho sika-Ahiya ngokumelene noJerobowamu (1-20)

    • URehobowamu uyabusa kwaJuda (21-31)

      • Ukuhlasela kukaShishaki (25, 26)

  • 15

    • U-Abhiyamu uba inkosi kwaJuda (1-8)

    • U-Asa uba inkosi kwaJuda (9-24)

    • UNadabi uba inkosi kwa-Israyeli (25-32)

    • UBhahasha uba inkosi kwa-Israyeli (33, 34)

  • 16

    • UJehova wahlulela uBhahasha (1-7)

    • U-Elahi uba inkosi kwa-Israyeli (8-14)

    • UZimri uba inkosi kwa-Israyeli (15-20)

    • U-Omri uba inkosi kwa-Israyeli (21-28)

    • U-Ahabi uba inkosi kwa-Israyeli (29-33)

    • UHiyeli wakha kabusha iJeriko (34)

  • 17

    • Umprofethi u-⁠Eliya ubikezela isomiso (1)

    • U-Eliya wondliwa amagwababa (2-7)

    • U-Eliya uvakashela umfelokazi waseZarefati (8-16)

    • Indodana yomfelokazi iyafa bese iyavuswa (17-24)

  • 18

    • U-Eliya uhlangana no-Obadiya no-Ahabi (1-18)

    • U-Eliya nabaprofethi bakaBhali eKarmeli (19-40)

      • ‘Ukugxamalaza phakathi kwemibono emibili’ (21)

    • Isomiso esithathe iminyaka emithathu nohhafu siyaphela (41-46)

  • 19

    • U-Eliya ubalekela intukuthelo kaJezebeli (1-8)

    • UJehova ubonakala ku-Eliya eHorebe (9-14)

    • U-Eliya ugcoba uHazayeli, uJehu, u-⁠Elisha (15-18)

    • U-Elisha ukhethwa ukuba angene esikhundleni sika-Eliya (19-21)

  • 20

    • AmaSiriya alwa no-Ahabi (1-12)

    • U-Ahabi unqoba amaSiriya (13-34)

    • Isiprofetho ngokumelene no-Ahabi (35-43)

  • 21

    • U-Ahabi uhalela insimu yamagilebhisi kaNabhoti (1-4)

    • UJezebeli wakha itulo lokubulala uNabhoti (5-16)

    • Umyalezo ka-Eliya ngokumelene no-Ahabi (17-26)

    • U-Ahabi uyazithoba (27-29)

  • 22

    • UJehoshafati no-Ahabi bayabambisana empini (1-12)

    • Isiprofetho sikaMikhaya sokuthi bazonqotshwa (13-28)

      • Umoya okhohlisayo ozokhohlisa u-⁠Ahabi (21, 22)

    • U-Ahabi uyabulawa eRamoti-gileyadi (29-40)

    • Ukubusa kukaJehoshafati kwaJuda (41-50)

    • U-Ahaziya uba yinkosi kwa-Israyeli (51-53)