Dlulela kokuphakathi

Ingabe Ukugembula Kuyisono?

Ingabe Ukugembula Kuyisono?

Impendulo yeBhayibheli

Nakuba iBhayibheli lingenabi mayelana nokugembula, imithetho yeBhayibheli isenza siqonde ukuthi uNkulunkulu ukubheka njengesono ukugembula.​—Efesu 5:​17. a

a Ukugembula kukhulunywa ngakho eBhayibhelini kuphela lapho amasosha amaRoma enza inkatho, noma “egembula,” ngezingubo zikaJesu.​—Mathewu 27:35; Johane 19:23, 24; Contemporary English Version; Good News Translation.