Dlulela kokuphakathi

Ucansi

Ucansi aluyona into embi, kodwa izifiso zocansi kudingeka zilawulwe. Ungakwenza kanjani lokho kuleli zwe elihlanyiswa ucansi?

Ukuhlukunyezwa

Ngingabhekana Kanjani Nokuhlukunyezwa Ngokobulili?

Funda ukuthi kuyini ukuhlukunyezwa ngokobulili nokuthi yini ongayenza uma uhlukunyezwa.

Okushiwo Ontanga Yakho Ngokuhlukunyezwa Ngokobulili

Yizwa lokho okushiwo abasha abahlanu ngokuhlukunyezwa nokuthi yini ongayenza uma kwenzeka kuwe.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuhlukunyezwa Ngokobulili?​—Ingxenye 1: Izinyathelo Zokuphepha

Amacebiso amathathu angakusiza ugweme ukuhlukunyezwa ngokobulili.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuhlukunyezwa Ngokobulili?—Ingxenye 2: Ukululama

Funda lokho okushiwo abathile abake bahlukunyezwa kodwa manje asebalulama.

Umbono WeBhayibheli

Ngingazichaza Kanjani Izinkolelo Zami Mayelana Nocansi?

Uma ubuzwa ukuthi: ‘Awukaze ulale namuntu?’ ungakwazi yini ukuchaza izinkolelo zakho mayelana nocansi usebenzisa iBhayibheli?

Indlela Yokuchaza Izinkolelo Zakho Ngocansi

Ekugcineni, sonke kumelwe sichaze izinkolelo zethu. Sebenzisa leli khasi lomsebenzi ukuze uvikele futhi uqiniseke ngezinkolelo zakho.

Ingabe Ukuphululana Izitho Zangasese Ngomlomo Kuwucansi Ngempela?

Ingabe umuntu ophululwe isitho sangasese ngomlomo useyintombi nto noma insizwa nsi?

Ingabe Ubutabane Abulungile?

Ingabe iBhayibheli lifundisa ukuthi izitabane zingabantu ababi? Ingabe umKristu angakwazi ukujabulisa uNkulunkulu naphezu kokuzizwa ethanda abobulili obufana nobakhe?

Ukuchaza Izinkolelo Zakho Ngobutabane

Ukuxoxa ngezindaba ezivame ukudala impikiswano kungaba yinselele. Leli khasi lomsebenzi lizokusiza ukhulume ngendlela efanele nengacasuli ngobutabane.

Ngikhangwa Abantu Bobulili Obufana Nobami—Ingabe Lokho Kusho Ukuthi Ngingungqingili?

Ingabe akulungile ukuba nesifiso sokuba ungqingili? Yini okufanele ngiyenze?

Ukuzigcina Unesimilo

Ngingalwa Kanjani Nokucindezelwa Ukuba Ngiye Ocansini Ngingashadile?

Izimiso zeBhayibheli ezintathu ezingakusiza ulwe nalesi silingo.

Ngingakugwema Kanjani Ukucabanga Ngocansi?

Yiziphi izinto ongazenza lapho imicabango yocansi ikufikela?

Kuthiwani Ngezifungo Zokuzigcina Umsulwa?

Ingabe zizokusiza ugweme ukuya ocansini ungashadile?

Qinisa Izinkolelo Zakho: Ubumsulwa

Leli khasi lomsebenzi lingakusiza wenze izinqumo ezilungile, ngisho nalapho ucindezelwa.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Yocansi?

Ingabe uphoqelelwa ukuba uthumele izithombe zobulili? Iyini imiphumela yokuthumelelana izithombe zobulili? Ingabe kumane kuwukudlala ngothando okungenabo ubungozi?

Kungani Kufanele Ugweme Izithombe Ezingcolile?

Izithombe ezingcolile zifana kanjani nogwayi?

Indlela Yokugwema Izithombe Ezingcolile

Kungani ukuba nendlela yokuhlunga izingosi ongena kuzo kuyi-Internet kungeke kwanele?

Kuthiwani Uma Ngiwumlutha Wezithombe Zobulili Ezingcolile?

IBhayibheli lingakusiza uqonde lokho izithombe zobulili ezingcolile eziyikho ngempela.

Qapha Izifiso Ezingafanele

Yenza lo msebenzi, ubone ngeso lengqondo indaba yeBhayibheli kaDavide noBhati-sheba. Yiziphi izifundo esingazifunda?

Ngingamelana Kanjani Nezilingo?

Nazi izinto ezintathu ezingakusiza umelane nezilingo.

Indlela Yokumelana Nesilingo

Ukukwazi ukumelana nesilingo kuwuphawu lokuba indoda noma owesifazane oqotho. Kunamacebiso ayisithupha angakusiza ekuqiniseni ukuzimisela kwakho futhi ugweme ukucindezeleka okubangelwa ukuhlulwa isilingo.

Indlela Yokumelana Nesilingo

Lapho uJosefa elingelwa ukuba axegise ekuziphatheni kwakhe, yini eyamsiza ukuba enze okulungile?