Dlulela kokuphakathi

Umndeni

Ingabe unezinkinga nabazali bakho? Anizwani nezingane zakini? IBhayibheli lingakusiza ubhekane nalezi zinkinga zomndeni kanye nezinye.

Ubuhlobo Nabazali

Ngingasebenzelana Kanjani Nabazali Bami?

Hlola izinyathelo ezinhlanu ezingakusiza uqede ezinye izingxabano, futhi wenze eziphakamayo zingashubi kakhulu.

Ngingakhuluma Kanjani Nabazali Bami?

Kunezinzuzo eziningi ongase ungazicabangi.

Ngingaxoxa Kanjani Nabazali Bami?

Ngingaxoxa kanjani nabazali bakho uma uzizwa ungathandi ukuxoxa?

Ingabe Imithetho Yasekhaya Inesidingo Ngempela?

Ingabe unenkinga nemithetho yabazali bakho yasekhaya? Nanka amacebiso angakusiza ube nombono omuhle.

Insizwa ifulathela uyise njengoba ekhuluma nayo?

Lawa amacebiso awusizo angenza kube lula ukukhuluma nabazali bakho.

Ngingabenza Kanjani Abazali Bami Ukuba Bangethembe?

Akubona abasebasha kuphela okufanele bafunde ukwethembeka.

Kungani Abazali Bami Bengafuni Ngizijabulise?

Ingabe kufanele ngihambe ngaphandle kwemvume ngiyozijabulisa noma kufanele ngibe qotho kubazali?

Kuthiwani Uma Umzali Wami Egula?

Akuwena wedwa omusha obhekene naleso simo. Thola ukuthi yini esize abanye babhekana naso.

Lapho Umzali Egula

Leli khasi lomsebenzi lingakusiza unakekele umzali wakho​—nawe.

Kuthiwani Uma Abazali Bami Behlukana?

Ungabudedela kanjani ubuhlungu, ulaka nentukuthelo?

Impilo Yasekhaya

Kungani Kumelwe Ngenze Ukuthula Nezingane Zakithi?

Uyabathanda, kodwa ngezinye izikhathi bayakucasula.

Ukuzwana Nezingane Zakini

Sebenzisa leli shadi ukuze ukwazi ukubona, uhlaziye futhi uxazulule izingxabano nomfowenu noma nodadewenu.

Yini Engingayenza Ukuze Abanye Bahloniphe Izindaba Zami Nezinto Zami?

Ingabe kubonakala sengathi abazali bakho bangenela ezindabeni zakho nasezintweni zakho? Ingabe kukhona yini ongakwenza ukuze unciphise lowo muzwa wokuthi bayangenela?

Ukuhlonishwa Kwezindaba Zomuntu Nezinto Zakhe​—Wena Ubungenze Njani?

Thola indlela ongabenza ngayo abazali bakho bakwethembe.

Ingabe Sengikulungele Ukuhamba Ekhaya?

Yimiphi imibuzo okufanele uyibuze ngaphambi kokwenza izinqumo ezibalulekile?

Lapho Kumelwe Ekhaya

Ingabe wake washiya ekhaya wazama ukuzimela, wase uzithola ubhekene nobunzima? Funda ukuzimela ngokusebenzisa la macebiso awusizo.