Dlulela kokuphakathi

Impilo

Thola indlela ongahlala ngayo uwumqemane noma ongabhekana ngayo nokugula. Kungakhathaliseki ukuthi ubhekene nani, iBhayibheli lingakwazi ukukusiza usisingathe kangcono leso simo.

Izinselele

Ngenzenjani Uma Nginenkinga Yempilo? (Ingxenye 1)

Abasha abane bachaza ngezinto ezibasizayo ukuze babhekane nezinkinga zabo zempilo futhi bahlale benombono oqondile.

Ngenzenjani Uma Nginenkinga Yempilo?—(Ingxenye 2)

Funda ngokulandisa okuvela entsheni eyafunda ukubhekana nezinkinga zempilo ezinkulu kuyilapho ilondoloze umbono omuhle.

Ngenzenjani Uma Nginenkinga Yempilo? (Ingxenye 3)

Ukulandisa kwabasebasha abathathu kungakusiza ufunde ukubhekana nezinkinga zakho ngokuphumelelayo.

Ngingabhekana Kanjani Nokuthomba?

Funda ukuthi yini ongayilindela nokuthi ungabhekana kanjani noshintsho ngokuphumelelayo.

Ukubhekana Nezinkinga Zokuthomba

Leli khasi lemibuzo lingakusiza ubhekane nezinkinga zokuthomba.

Izinkinga Zempilo

Ngingakugwema Kanjani Ukuphelelwa Amandla Ngenxa Yokukhandleka Ngokweqile?

Kubangelwa yini? Ingabe nawe usengcupheni? Uma kunjalo, yini ongayenza?

Yini Okufanele Ngiyazi Ngotshwala?

Funda ukugwema izinkinga ezingokomthetho, idumela elibi, ukuhlukunyezwa ngokocansi, ukuba umlutha nokufa.

Utshwala​—Yini Wena Ongayenza?

Leli shadi lomsebenzi lizokusiza ukulungele ukubhekana nengcindezi yokuphuza.

Cabanga Ngemiphumela Yokuphuza

Abaningi bayazisola kamuva ngezinto abazisho noma bazenza lapho bephuzile. Ungazivikela kanjani ezinkingeni nasezingozini ezibangelwa ukudakwa?

Ungakuvumeli Ukuphila Kwakho Kushabalale Njengentuthu

Njengoba abantu abaningi bebhema noma bebhema besebenzisa i-vape, abanye bayekile ukubhema kanti abanye bazama kanzima ukuyeka. Kungani? Ingabe ukubhema kubi ngaleyo ndlela?

Ukuba Nempilo Enhle

Intsha Ikhuluma Ngendlela Yokuphila Enempilo

Ingabe ukuthola kunzima ukudla ngendlela efanele nokuvivinya umzimba? Kule video intsha ikhuluma ngalokho ekwenzayo ukuze ihlale inempilo enhle.