Dlulela kokuphakathi

Ukukhulisa Izingane

Ukuba Umzali Okahle

Indlela Yokuba Ubaba Oqotho

Uhlobo lomyeni oba yilo luveza ukuthi uyoba ubaba onjani uma usunengane.

Lokho Abazali Okufanele Bakwazi Ngezinkulisa

Zibuze imibuzo emine ukuze unqume ukuthi inkulisa iyindawo ekahle yini ongathumela kuyo ingane yakho.

Ingabe Ingane Yami Kufanele Ibe Nefoni Yesimanje?

Zibuze le mibuzo ukuze uthole ukuthi wena nengane yakho nikulungele yini ukuthwala lo mthwalo.

Ukufundisa Izingane Ukusebenzisa Kahle Ifoni Yesimanje

Ngisho nezingane ezinekhono kwezobuchwepheshe zidinga isiqondiso sabazali ekusebenziseni ifoni yesimanje ngendlela efanele.

Kungani Kubalulekile Ukuba Izingane Zikwazi Ukufunda—Ingxenye 1: Ziyafunda noma Ziyabuka?

Izingane eziningi zithanda ukubuka amavidiyo. Abazali bangazikhuthaza kanjani izingane ukuba zithande ukufunda?

Ukufeza Indima Yakho Njengomzali

Ungazisiza kanjani izingane zakho ukuba zibhekane nezinselele zokuziphatha ezihlangabezana nazo namuhla?

Siza Izingane Zakho Zikwazi Ukubhekana Nemibiko Yezindaba Ephazamisayo

Abazali bangazisiza kanjani izingane zabo ukuba zingakhungathekiswa izindaba?

Imindeni Ephumelelayo​—Ukuba Isibonelo

Okufundisa izingane zakho kufanele kuhambisane nezenzo zakho.

Lapho Ingane Yakho Ikhubazekile

Cabanga ngezinselele ezintathu ongase ubhekane nazo nokuthi ukuhlakanipha okuseBhayibhelini kungakusiza kanjani.

Ukuqeqesha

Kubalulekile Ukwenza Imisebenzi Yasekhaya

Uyangabaza yini ukunika izingane zakho imisebenzi yasekhaya? Uma kunjalo, funda ukuthi ukwenza imisebenzi yasekhaya kungazisiza kanjani izingane ukuba zizimele futhi zijabule.

Kuthiwani Uma Ingane Yami Ibhorekile?

Lapho ingane yakho isekhaya kungekho engakwenza, nakhu ongakucabangela.

Ukukhulisa Izingane Ezicabangelayo Ezweni Elinobugovu

Cabangela izici ezintathu ongasiza kuzo izingane zakho ukuze zingabi nobugovu.

Fundisa Izingane Zakho Ukuziphatha

Ingabe ingane yakho iyalazi iqiniso ngocansi? Thola ukuthi ithini imithetho kaNkulunkulu nokuthi yini ongayitshela izingane zakho.

Ukubaluleka Kokuziphatha Kahle

Ukufundisa izingane zakho ukuziphatha kahle kuzozisiza lapho sezikhulile.

Ukukhulisa Izingane Ukuba Zibe Abantu Abadala Abavuthiwe

Isibonelo sikaJesu singakusiza kanjani ube umzali ophumelela ngokwengeziwe?

Ukuzimela

Ingane ifunda nini ukuzimela, isencane noma isindala?

Indlela Yokufundisa Ingane Yakho

Ukuyala kuhilela okungaphezu kokubeka imithetho nokujezisa

Ukuphikelela

Izingane ezifunda ukuphikelela zisencane ziyakwazi ukubhekana nezinkinga kangcono lapho sezikhulile.

Ukusiza Izingane Zibhekane Nokwehluleka

Ukwehluleka kuyingxenye yempilo. Fundisa izingane ukuba nombono ofanele ngokwehluleka futhi uzisize zithole izixazululo.

Ungayisiza Kanjani Ingane Yakho Yenze Kangcono Esikoleni?

Thola indlela yokubona ukuthi iyini ngempela imbangela yokungenzi kahle kwengane esikoleni bese uyayikhuthaza.

Yini Engingayenza Uma Ingane Yami Ihlushwa Yisiqhwaga?

Izinyathelo ezine zingakusiza ufundise ingane yakho indlela yokumelana nesiqhwaga.

Indlela Yokuncoma Izingane

Kunohlobo lokuncoma oluye lwatholakala lungoluphumelela kakhulu.

Ukusiza Ingane Yakho Ibhekane Nokuthomba

Amacebiso amahlanu asekelwe eBhayibhelini angakwenza ubhekane kalula nalesi sikhathi esiyinselele.

Lapho Ingane Yakho Ibuza Ngokufa

Amaphuzu amane angakusiza uphendule imibuzo yezingane futhi uzisize zibhekane nokufelwa othandekayo.

Izingane Zingafunda Kanjani Ukuthanda UNkulunkulu?

Ungakusebenzisa kanjani okushiwo iBhayibheli ukuze ufinyelele inhliziyo yengane yakho?

Abazali Bangazifundisa Kanjani Izingane Zabo Ngocansi?

IBhayibheli linemithetho eminingi ewusizo ezokusiza ukhulume nezingane zakho ngocansi futhi uzivikele kubantu abanukubezayo.

Ukufundisa Ingane Yakho Ngocansi

Imiyalezo ephathelene nocansi isitholakala kalula ezinganeni ezineminyaka ephansi kakhulu. Yini okufanele uyazi? Yini ongayenza ukuze uvikele izingane zakho?

Khuluma Nezingane Zakho Ngezocansi

Kubalulekile ukuba abazali bakhulume nezingane zabo ngezocansi. Thola ukuthi ungaxoxa kanjani ngale ndaba engase ibangele amahloni.

Vikela Izingane Zakho

UKhwezi noSmangele bathola amacebiso awusizo ukuze baphephe.

Ukukhuluma Nezingane Ngotshwala

Abazali kufanele baxoxe nini futhi kanjani nezingane zabo ngale ndaba ebalulekile?

Isiyalo

Ukufundisa Izingane Ukuzithiba

Ukunika izingane zakho noma yini eziyifunayo kungaziphuca okuthile okukhulu nakakhulu.

Ukufundisa Izingane Ukuthobeka

Fundisa ingane yakho ukuthobeka ngaphandle kokuyenza izenyeze.

Ukuyala Izingane

Ukungaboni ngaso linye endabeni yokuyala izingane kungaba nethonya elibi emkhayeni wakho. Thola ukuthi umbhangqwana ungenzani.

Sesashonaphi Isiyalo?

Ingabe umbono okhuthaza ukuzethemba owaqala ngawo-1960 usabathonya abazali namuhla?

Kufanele Uziyale Kanjani Izingane Zakho?

IBhayibheli likhuluma ngezici ezintathu zesiyalo esiphumelelayo.

Ukufundisa Izingane Ukulalela

Ingabe wena nengane yakho nihlale niqophisana futhi njalo kubonakala sengathi kugcina yona? Amacebiso amahlanu angakusiza ukhulise izingane.

Izinzuzo Zokufunda Ukuzibamba

Kungani ukufunda ukuzibamba kubalulekile, futhi ungakufunda kanjani?

Ukuthobeka

Ukufunda ukuthobeka kuzoyisiza ingane yakho manje nasesikhathini esizayo.

Indlela Yokuthi Cha

Kufanele wenzenjani uma ingane ivivinya ukwenqaba kwakho ngokuklabalasa noma ngokukuncenga?

Indlela Yokusebenzelana Nengane Eneconsi

Yini okufanele uyenze uma ingane yakho ivukwa iconsi? Izimiso zeBhayibheli zingakusiza ekubhekaneni nale nselele.

Lapho Ingane Yakho Iqamba Amanga

Yini okufanele uyenze uma ingane yakho iqamba amanga? Lesi sihloko sixoxa ngeseluleko esisekelwe eBhayibhelini esingakusiza ufundise ingane yakho ukubaluleka kokukhuluma iqiniso.