Dlulela kokuphakathi

Umlando Ufakazela IBhayibheli

Amazwe Nezindawo ZaseBhayibhelini

IGibhithe Emlandweni WeBhayibheli

Ingabe umlando wezwe nemivubukulo kuyavumelana nalokho okwabhalwa uMose ngalelo zwe lasendulo?

I-Asiriya Emlandweni WeBhayibheli

Ingabe umlando wezwe uyakufakazela lokho okuchazwa iBhayibheli nge-Asiriya lasendulo? Cabangela amaqiniso.

IBhabhiloni Emlandweni WeBhayibheli

Kungani isiprofetho sikaNkulunkulu ngokubhujiswa kweBhabhiloni savelela?

AmaMede NamaPheresiya Emlandweni WeBhayibheli

Funda ngokuthi uNkulunkulu wawasebenzisa kanjani amaMede namaPheresiya ukuze agcwalise isiprofetho seBhayibheli.

IGrisi Emlandweni WeBhayibheli

Funda ngokuthi iGrisi yaba kanjani umbuso wezwe wesihlanu emlandweni weBhayibheli.

IRoma Emlandweni WeBhayibheli

Iyiphi indima eyadlalwa yiRoma ekugcwalisekeni kwesiprofetho seBhayibheli?

Ukuwa kweNineve

Ngesikhathi uMbuso Wase-Asiriya usudlondlobele, umprofethi kaNkulunkulu wabikezela into engalindelekile.

Ingabe Bewazi?—April 2013

Kungani iNineve lasendulo lalibizwa ngokuthi “umuzi wokuchithwa kwegazi”? Kungani amaJuda asendulo akha uthango lokuvikela ophahleni lwezindlu?

Abantu BaseBhayibhelini

Ingabe Bewazi?​​—⁠Mashi 2020

Yibuphi obunye ubufakazi obukhona ngaphandle kobuseBhayibhelini bokuthi ama-Israyeli ayeyizigqila eGibhithe?

Igama EliseBhayibhelini Embizeni Yasendulo

Izingcezu zembiza yobumba ezineminyaka engu-3 000, ezambiwa ngo-2012 zavusa isithakazelo sabacwaningi. Yini eyayikhethekile ngalo mvubukulo?

Ingabe Bewazi?​​—⁠Febhuwari 2020

Imivubukulo ikufakazela kanjani ukuthi uBhelishazari waseBhabhiloni wayeyinkosi?

Ezasendulo—UKoresi Omkhulu

Wayengubani uKoresi futhi yiziphi izibikezelo ezimangalisayo ezenziwa eminyakeni cishe engu-150 ngaphambi kokuba azalwe?

Obunye Ubufakazi Obutholwe Abacwaningi

Mhlawumbe awumazi uThathenayi kodwa okutholwe abacwaningi ngaye kuqokomisa iphuzu elibalulekile.

Ingabe UJesu Waba Khona Ngempela?

Izazi zasendulo nezanamuhla zithini ngale ndaba?

Ingabe IBhayibheli Linomlando Onembile Wokuphila KukaJesu?

Cabangela amaqiniso ngamaVangeli nemibhalo yakudala kunayo yonke eyaziwayo.

WayengowakwaKayafase

Ukutholakala kwebhokisi lamathambo kaMiriyamu kunikeza ubufakazi bokuthi iBhayibheli likhuluma ngabantu abaphila ngempela ababezalwa emindenini engokoqobo.

Ingabe Bewazi?—November 2015

Kungani uJosefa aphuca ngaphambi kokuya kuFaro? Lapho iBhayibheli lithi ubaba kaThimothewu ‘wayengumGreki,’ ingabe lisho ukuthi wazalelwa eGrisi?

Ingabe Bewazi?—May 2015

Ingabe imivubukulo iyakusekela ukulandisa kweBhayibheli? Izingonyama zashabalala nini emazweni okukhulunywa ngawo eBhayibhelini?

Izenzakalo ZaseBhayibhelini

Indaba KaNowa NoZamcolo​—Ingabe Imane Iyinganekwane Nje?

IBhayibheli lithi ngolunye usuku uNkulunkulu wenza kwaba nozamcolo ukuze ubhubhise abantu ababi. Yimaphi amaqiniso avezwa yiBhayibheli asekela lesi senzakalo saphezulu?

Ingabe Izilimi Zethu Zavela “EMbhoshongweni WaseBhabhele”?

Uyini uMbhoshongo waseBhabhele? Zivelaphi ngempela izilimi zabantu?

Ingabe Bewazi?​—Juni 2022

AmaRoma ayengavuma yini ukuba umuntu ofana noJesu, ayembulale ngokumbethela esigxotsheni, angcwatshwe ngendlela evamile?

Izizathu Zokwethemba IBhayibheli—Ukunemba Kwalo Ezindabeni Zomlando

Ingabe ukunemba kweBhayibheli kuyabonakala ngisho nasemininingwaneni ebonakala ingasho lutho?

Izizathu Zokwethemba IBhayibheli—Iziprofetho Ezagcwaliseka

IBhayibheli ligcwele izibikezelo noma iziprofetho. Ingabe sikhona kuzo esagcwaliseka?

Izindaba Ezinhle Zaso Sonke Isintu​—Isiprofetho SeBhayibheli Esinembile

UJesu wasebenzisa ukuphila kwakhe ememezela “izindaba ezinhle zombuso.” Ingabe umyalezo wakhe waphela lapho efa?

Ingabe Bewazi?—October 2012

Ingabe amaKristu abaleka eJudiya ngaphambi kokuba iJerusalema libhujiswe ngo-70 C.E.? Ayengobani “amadodana abaprofethi”?

Ukuphila Ngezikhathi ZeBhayibheli

Uhlobo Lwenqola Eyayisetshenziswa Umthenwa OngumTopiya

Hlobo luni lwenqola umthenwa ongumTopiya ayeyigibele ngesikhathi uFiliphu eya kuye?

Imibuzo Evela Kubafundi—Okthoba 2023

Zikhona yini ezinye izinto ama-Israyeli ayezidla ehlane ngaphandle kwemana nezagwaca?

Ingabe Bewazi?​—Juni 2022

Iminyaka nezinyanga kwakunqunywa kanjani ngezikhathi zeBhayibheli?

‘Ezintabeni Uyokumba Ithusi’

Muva nje abavubukuli bathole into ebasiza babone ukuthi ithusi lalisetshenziswa kanjani ngezikhathi zeBhayibheli.

Ukusetshenziswa Kwezimonyo Ngezikhathi ZeBhayibheli

Yini abesifazane bangezikhathi zeBhayibheli ababeyisebenzisa ukuze babukeke kahle?

Ingabe Bewazi?​—Okthoba 2017

Yimuphi umkhuba owabangela ukuba uJesu akulahle ukwenziwa kwezifungo?

Ingabe Bewazi?​—INqabayokulinda No. 5 2017

UJesu wayebeyisa yini abangewona amaJuda lapho ethi ‘bayizinjana’?

Ingabe Bewazi?​—June 2017

Ingabe kufanele abathengisi ababedayisa izilwane ethempelini laseJerusalema babizwe “ngabaphangi”?

Ingabe Bewazi?​—October 2016

Ngekhulu lokuqala yayingakanani inkululeko iRoma elaliyinika izikhulu ezingamaJuda ezazihlala eJudiya? Kuyiqiniso yini ukuthi endulo umuntu wayengahlwanyela ukhula ensimini yomunye umuntu?

Ingabe Bewazi?—December 2015

Ingabe amaJuda aya eJerusalema ngePhentekoste lika-33 C.E. ayevela “kuzo zonke izizwe ngaphansi kwezulu” ngempela? AmaJuda ayeze eJerusalema ayehlala kuphi phakathi nale mikhosi?

Ingabe Bewazi?—March 2015

Kwakumzuzisa kanjani umphostoli uPawulu ukuba isakhamuzi saseRoma? Abelusi babekhokhelwa kanjani ngezikhathi zeBhayibheli?

Ingabe Bewazi?—May 2014

Kungani amaJuda acela ukuba uJesu aphulwe imilenze kuPilatu? Ingabe ngempela uDavide wabulala uGoliyati ngendwayimane?

Ingabe Bewazi?—February 2014

Yayiyini inhlaba eyayisetshenziswa ezikhathini zeBhayibheli? Imihlatshelo enjani eyayamukeleka ethempelini eJerusalema?

Ingabe Bewazi?—January 2014

Ngosuku lukaJesu, kwakunikelwa kanjani ethempelini? Ingabe umlobi weBhayibheli uLuka wayeyisazi-mlando esinembile?