Dlulela kokuphakathi

Ukufinyelela Imigomo Engokomoya

OFakazi BakaJehova baye bathola ukuthi iBhayibheli liyabasiza ukuba babe abantu abasondelene noNkulunkulu futhi bafinyelele imigomo yabo.

UCameron Wathola Ukuphila Okungcono Kakhulu

Uyakufuna ukuphila okwanelisayo? Lalela njengoba uCameron elandisa ngendlela akuthola ngayo ukuphila okwanelisayo endaweni engalindelekile.

Bazinikela Ngokuzithandela

Odade abaningi abaye bakhonza kwamanye amazwe ekuqaleni babemathintanyawo ngokuthuthela kwelinye izwe. Basiqunga kanjani isibindi ababesidinga? Yini abaye bayifunda ekukhonzeni kwelinye izwe?

Bazinikela Ngokuzithandela—E-Albania NaseKosovo

Yiziphi izinto laba abashumayela lapho kunesidingo khona abaye bazijabulela, ezenza bakhuthazela naphezu kwezinselele?

Bazinikela Ngokuzithandela—EBrazil

Funda okuhlangenwe nakho okukhuthazayo kwabantu abaye bathuthela kwenye indawo ukuze bakhonze uNkulunkulu ngokugcwele.

Bazinikela Ngokuzithandela—EBulgaria

Yiziphi izinselele zokuthuthela kwelinye izwe ukuze uyoshumayela khona?

Bazinikela Ngokuzithandela—EGhana

Nakuba bebhekana nezinselele, labo abakhetha ukukhonza endaweni enesidingo esikhulu sabamemeli boMbuso bathola izibusiso eziningi.

Bazinikela Ngokuzithandela—EGuyana

Labo abakhonza endaweni enesidingo bangasifundisa ziphi izifundo ezisebenzisekayo? Lezi zifundo zingakulungiselela kanjani ukuba uyokhonza kwelinye izwe uma unaleso sifiso?

Bazinikela Ngokuzithandela​—EMadagascar

Funda ngabamemezeli abavela kwamanye amazwe nabakuleli zwe abaye bathuthela kwenye indawo ukuze bashumayele ngoMbuso eMadagascar.

Bazinikela Ngokuzithandela—EMicronesia

Ngokuvamile, abantu abavela kwamanye amazwe abakhonza kulezi ziQhingi ZasePacific babhekana nezinselele ezintathu ezifanayo. Laba bashumayeli bezindaba zoMbuso babhekana kanjani nalezi zinselele?

Bazinikela Ngokuzithandela​—⁠EMyanmar

Yini eye yabangela ukuba oFakazi BakaJehova abaningi bashiye amazwe abazalelwa kuwo bahambe baye eMyanmar bayosiza ngomsebenzi wokuvuna?

Bazinikela Ngokuzithandela—ENew York

Yini engenza umbhangqwana ophumelelayo ukuba uphume emzini wamaphupho awo uthuthele efulethini elincane?

Bazinikela Ngokuzithandela—ENorway

Umbuzo ongalindelekile wawushukumisela kanjani umndeni ukuba uthuthele endaweni enesidingo esikhulu sabamemezeli?

Bazinikela Ngokuzithandela EPhilippines

Thola ukuthi yini eye yashukumisela abanye ukuba bashiye imisebenzi yabo, bathengise izinto zabo futhi bathuthele ezindaweni ezisemaphandleni ePhilippines.

Bazinikela Ngokuzithandela—ETaiwan

Bangaphezu kwekhulu oFakazi BakaJehova abathuthele lapha ukuze bakhonze lapho kunesidingo esikhulu sabamemezeli boMbuso. Funda ngokuhlangenwe nakho kwabo nangamacebiso endlela abaphumelele ngayo.

Bazinikela Ngokuzithandela —ETurkey

Ngo-2014, kwakunomkhankaso okhethekile wokushumayela eTurkey. Wawenziwelani lo mkhankaso? Obani ababekuwo?

Bazinikela Ngokuzithandela—ENtshonalanga Afrika

Yini eyashukumisela abanye abantu baseYurophu ukuba bathuthele eNtshonalanga Afrika futhi waba yini umphumela?

Sanquma Ukwenza Ukuphila Kwethu Kube Lula

Inkulumo emhlanganweni yasiza amaKristu ashadile eColombia ukuba uhlaziye izinto eziza kuqala ekuphileni.

Ngaze Ngazifaka!

Funda indlela isithunywa sevangeli eBenin esafunda ngayo ulimi lwezandla ukuze sisize abantu abayizithulu ukuba basondele kuNkulunkulu.

Lokho Engakukhetha Ngisemncane

Umfana omncane waseColumbus, e-Ohio, e-U.S.A. wanquma ukufunda isiCambodia. Kungani? Lesi sinqumo salithinta kanjani ikusasa lakhe?