PHAPHAMA! Disemba 2015 | Ukwenza Ukuthula Ekhaya

Ungalishintsha ikhaya lakho lingabi indawo yezinxushunxushu kodwa libe indawo yokuthula.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Izingxabano Zomndeni—Zibangelwa Yini?

Ingabe ujwayelene nohlobo lwezingxabano ezichazwe kulesi sihloko?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela Yokuqeda Izingxabano Ekhaya

Landela lezi zinyathelo eziyisithupha ukuze uqede ukungezwani emndenini wakho kunalokho kube nokuthula.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela Yokukhuthaza Ukuthula Ekhaya

Ingabe ukuhlakanipha kweBhayibheli kungakwenza ukuthula lapho kungekho khona? Funda ngalokho okushiwo abantu abakusebenzisile.

USIZO LOMNDENI

Ukusingatha Ukungafani

Wake waba nomuzwa wokuthi wena noshade naye anifanelene?

Isifikile Imikhomo!

Isilwane esingamathani angu-80 sikwazi kanjani ukutshuza?

UMBONO WEBHAYIBHELI

Umphefumulo

Ingabe umphefumulo awufi? Ingabe uhlukene nomzimba?

UKUBUKA OKWEZWE

Ukuhlolisisa IYurophu

Lezi zindaba zakamuva zihlobana neBhayibheli ngezindlela ezingakumangaza.

Uhlu Lwezihloko Ze-Phaphama! Ka-2015

Uhlu oluhlelwe ngokulandelana lwezihloko ezinyatheliswe ngo-2015.

INGABE KWAKLANYWA?

Ikhono Lokuzelapha Lomzimba Womuntu

Ososayensi balilingisa kanjani leli khono emiklamweni emisha kapulasitiki?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ukupha Kukwenza Ujabule

Ziningi izindlela zokupha. Zikhona yini ozicabangayo?

Ukuphila Ngokuphuthaza

UJames Ryan wazalwa eyisithulu kwathi kamuva waba nayimpumputhe. Yini eyenza ukuphila kwakhe kwaba nenjongo?