Umbiko Wonyaka Wenkonzo WoFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke Ka-2023

Bona imininingwane yomsebenzi wokushumayela woFakazi BakaJehova emhlabeni wonke kusukela ngoSepthemba 2022 kuya ku-Agasti 2023.

Izingqikithi Zika-2023

Lo mbiko wonyaka ubonisa ukuzikhandla okwenziwe oFakazi BakaJehova emsebenzini wabo wokushumayela emhlabeni wonke.

Imibiko Yezwe Neyensimu Ka-2023

Lo mbiko uhlanganisa inani loFakazi, inani lababhapathiziwe, ababekhona eSikhumbuzweni nokunye.

Okunye Ongase Ukuthande

IMIBUZO EVAME UKUBUZWA

Bangaki OFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke?

Thola indlela esibala ngayo inani lamalungu ebandla.

IMIBUZO EVAME UKUBUZWA

Kungani OFakazi BakaJehova Beshumayela Endlini Ngendlu?

Funda lokho uJesu atshela abafundi bakhe bokuqala ukuba bakwenze.

IZETHULO ZASENSIMINI

OFakazi BakaJehova​—Singobani?

Abantu abaningi bayafuna ukwazi ukuthi oFakazi BakaJehova bangobani. Zizwele kubo mathupha.

MAYELANA NATHI

Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli?

Emhlabeni wonke, oFakazi BakaJehova baqhuba izifundo zeBhayibheli zamahhala besebenzisa le ndlela ephumelelayo. Buka ukuthi basiqhuba kanjani.