Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

PHAPHAMA! No. 2 2021 | Ezobuchwepheshe Ziyakubusa Noma Ziyakusiza?

Ezobuchwepheshe ziyakubusa yini noma ziyakusiza? Abaningi abacabangi ukuthi ezobuchwepheshe ziyababusa. Kodwa zingaba nomthelela ngezindlela ezicashile—ngisho nangezindlela abantu abangazithandi.

Ezobuchwepheshe Zinamuphi Umthelela Kubangane?

Ezobuchwepheshe zingakusiza ukuba uxhumane nabangane bakho, zikwenze nokuba usondelane nabo.

Ezobuchwepheshe Zinamuphi Umthelela Ezinganeni Zakho?

Izingane zingase zizisebenzise kalula ezobuchwepheshe kodwa zisasidinga isiqondiso.

Ezobuchwepheshe Zinamuphi Umthelela Emshadweni Wakho?

Lapho ezobuchwepheshe zigcinwa zisendaweni yazo zingenza indoda nomkayo basondelane kakhulu.

Ezobuchwepheshe Zinamuphi Umthelela Engqondweni Yakho?

Zingathinta ikhono lakho lokufunda, ukukwazi ukugxilisa ingqondo nendlela obheka ngayo ukuba wedwa. Kunezinto ezintathu ongazizama ukuze uthuthukise ikhono lakho lokucabanga.

Funda Okwengeziwe Ku-JW.ORG

Isiphi isihloko ongathanda ukufunda ngaso?

Kulo Magazini

Hlola izindlela ezicashile nezilimazayo ezobuchwepheshe ezingaba ngayo nomthelela kubangane, emndenini ngisho nasengqondweni yakho.