PHAPHAMA! No. 2 2020 | Imibuzo Emihlanu Mayelana Nokuhlupheka Iyaphendulwa

Ukwazi iqiniso kungakusiza uthole induduzo lapho ubhekene nosizi.

Lokho Abanye Abakukholelwayo

Qhathanisa ukuthi izinkolo ezihlukahlukene zithi ziyini izizathu zokuhlupheka.

1 Ingabe Kufanele Sisole UNkulunkulu Ngokuhlupheka Kwethu?

Abantu bakhohliswe yizimfundiso ezingamanga ngoNkulunkulu. Liyini iqiniso?

2 Ingabe Yithi Esiyimbangela Yokuhlupheka Kwethu?

Uma impendulo inguyebo, kusho ukuthi singakwazi ukunciphisa ukuhlupheka kwethu.

3 Kungani Abantu Abalungile Behlupheka?

IBhayibheli liyasisiza siqonde impendulo yalo mbuzo.

4 Ingabe Sasidalelwe Ukuhlupheka?

Ingabe uNkulunkulu owadala izinto ezinhle kangaka emhlabeni angasijezisa ngokuba sihlupheke? Uma kungenjalo, pho konakalaphi?

5 Ingabe Ukuhlupheka Kuyoke Kuphele?

IBhayibheli lisitshela ukuthi uNkulunkulu uzokuqeda kanjani ukuhlupheka.

Usizo Lukhona

Nakuba izinkinga zethu zingabonakala zingenakuxazululeka, sikhona isiqondiso esingasethemba.