Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INQABAYOKULINDA No. 1 2024 | Yini Engasisiza Sikhethe Phakathi Kokuhle Nokubi?

Unquma kanjani ukuthi yini elungile nengalungile? Abanye basizwa unembeza wabo nendlela abakhuliswe ngayo. Abanye benza izinqumo ngokwalokho abanye abantu abakucabangayo. Ingabe nawe unjalo noma uhlukile? Yini eyokusiza wenze izinqumo eziyokwenza wena nomndeni wakho nibe nekusasa elijabulisayo?

 

Okuhle Nokubi: Sonke Kufanele Sikhethe

Lapho kufanele ukhethe phakathi kokuhle nokubi, yini eyokuqondisa?

Okuhle Nokubi: Abaningi Baqondiswa Yini?

Singase sinqume ukuthi yini embi nenhle sisebenzisa imizwa yethu noma eyabanye. Sikhona yini isiqondiso esingasethemba?

Okuhle Nokubi: IBhayibheli Liyisiqondiso Esingasethemba

Yini engakwenza uqiniseke ukuthi iBhayibheli linesiqondiso ongasethemba sokuhle nokubi?

Okuhle Nokubi: Okushiwo IBhayibheli Ngokuhle Nokubi Kungasisiza

Cabanga ngezinto ezine ekuphileni izigidi zabantu ezibone kuzo ukuthi iseluleko seBhayibheli siyasiza nokuthi zingasethemba.

Okuhle Nokubi: Kufanele Sikhethe

Uzokhetha ukuqondiswa ubani?

Ungasithola Kuphi Isiqondiso Ongasethemba Namuhla?

IBhayibheli lingakusiza wenze izinqumo ongeke uzisole ngazo.