Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

ONGATADISHA NGAKHO

Hlala Uphapheme Ngokungakhi Phezulu Lapho Utadisha

Hlala Uphapheme Ngokungakhi Phezulu Lapho Utadisha

Funda uDaniyeli 9:​1-19 ukuze ubone ukubaluleka kokungakhi phezulu lapho utadisha.

Hlaziya umongo. Yiziphi izenzakalo ezazisanda kwenzeka futhi zamthinta kanjani uDaniyeli? (Dan. 5:29–6:5) Wena wawuyozizwa kanjani ukube wawunguDaniyeli?

Funda okwengeziwe. Yiziphi “izincwadi ezingcwele” okungenzeka uDaniyeli wazihlola? (Dan. 9:​2, mbhw.; w11 1/1 22 ¶2) Kungani uDaniyeli avuma izono zakhe nezesizwe sakwa-Israyeli? (Lev. 26:​39-42; 1 AmaKh. 8:​46-50; dp 182-184) Umthandazo kaDaniyeli ubonisa kanjani ukuthi wayengakhi phezulu lapho etadisha iZwi likaNkulunkulu?—Dan. 9:​11-13.

Thola izifundo. Zibuze: