Dlulela kokuphakathi

OFakazi BakaJehova—Izenzo Ezibonisa Ukholo, Ingxenye 1: Ukuphuma Ebumnyameni

Kwadingeka ukholo olukhulu ukuze abaFundi BeBhayibheli baphume ebumnyameni obabubangelwe imikhuba yenkolo yamanga okwase kungamakhulu eminyaka ikhona. Nakuba kunjalo, babengabaphathi bokukhanya abanesibindi nabashisekayo. Cabangela isibindi nobuqotho ababubonisa nendlela uJehova abakhipha ngayo ‘ebumnyameni ukuze bangene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo.’

 

Okunye Ongase Ukuthande

AMAVIDIYO EMIBIKO

OFakazi BakaJehova—Izenzo Ezibonisa Ukholo, Ingxenye 2: Ukukhanya Makukhanye

UJesu wayala abalandeli bakhe ukuba ‘benze abantu bazo zonke izizwe babe abafundi.’ Ngenxa yokuphikiswa nezinselele eziningi, abaFundi BeBhayibheli bazi kahle ukuthi kusho ukuthini ukuthi ukukhanya makukhanye.