Inkonzo Yethu Yokushumayela

INKONZO YOKUSHUMAYELA

Ukufinyelelwa Kwemiphakathi YaboMdabu ECanada

OFakazi BakaJehova bahambisa umyalezo weBhayibheli ngezilimi ezimbalwa zomdabu ukuze basize abantu bafunde ngoMdali ngolimi abaluncela.

INKONZO YOKUSHUMAYELA

Ukufinyelelwa Kwemiphakathi YaboMdabu ECanada

OFakazi BakaJehova bahambisa umyalezo weBhayibheli ngezilimi ezimbalwa zomdabu ukuze basize abantu bafunde ngoMdali ngolimi abaluncela.

Umkhosi Kanye Nokwaziswa KwaboMdabu BaseMelika ENew York City

Abaningi bahlabeka umxhwele ngamatafula oFakazi emkhosini ‘we-Gateway to Nations’ ka-2015, owawunezincwadi zezilimi zaboMdabu baseMelika.

Bahamba Ngezinyawo Phakathi Olwandle Beyoshumayela

OFakazi BakaJehova banendlela engavamile yokuyoshumayeza abantu abahlala eziqhinganeni ezisakazekile ezibizwa ngokuthi iHalligen.

Ukuyisa Isigijimi SeBhayibheli ENyakatho Ekude

Naphezu kwenzinselele, oFakazi BakaJehova bachitha isikhathi eside ezindaweni ezikude ukuze basize abantu abathanda ukufunda iBhayibheli.

Ukukhangisa Nge-JW.ORG Embukisweni Wezincwadi WaseToronto

OFakazi BakaJehova bahambisa izincwadi, badlala ama-video, babonisa nendlela yokusebenzisa i-jw.org. Zathini izivakashi?

OFakazi BakaJehova Bafinyelela Amanani Aqopha Umlando

Ngo-August 2014, oFakazi BakaJehova abashumayela njalo babengaphezu kwezigidi ezingu-8. Amanani abo aye anda kangakanani kusukela ngesikhathi seMpi Yezwe I?

Izinqola Zezincwadi Ezingaphezu Kuka-165 000

Nakuba inkonzo yendlu ngendlu iseyindlela eyinhloko oFakazi BakaJehova abasakaza ngayo iqiniso leBhayibheli, izinqola zezincwadi zibe indlela ephumelelayo yokufinyelela abantu.

Umkhankaso Womhlaba Wonke Wokukhangisa Nge-JW.ORG

OFakazi BakaJehova basakaza ipheshana ngo-August 2014 ukuze bakhangise ngengosi yabo. Ube yini umphumela?

Umbukiso Okhethekile Okhangisa NgeBhayibheli EFrance

Izivakashi ezazize eMbukisweni Wamazwe Ngamazwe Ka-2014, ERouen, eFrance, zabona indawana ekhangayo yokukhangisa izinto eyayibhalwe ukuthi “IBhayibheli—Izolo, Namuhla Nangomuso.”

Ukusebenzisa I-JW.ORG Ukuze Sihlanganyele Nabanye Isigijimi SeBhayibheli

OFakazi BakaJehova, abasha nabadala, bayathanda ukusebenzisa ingosi yabo eyenziwe kabusha ukuze bafinyelele abantu abaningi ngangokunokwenzeka ngezindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu.

Ukushumayela Ensimini Esemajukujukwini​—E-Australia

Hambisana nomkhaya woFakazi BakaJehova phakathi nesonto elijabulisayo lokushumayela amaqiniso eBhayibheli nabantu abahlala emaphandleni ase-Australia.

Ukushumayela Ensimini Esemajukujukwini—E-Ireland

Umkhaya uchaza indlela oye wasondelana ngayo ngokushumayela izindaba ezinhle endaweni engayodwa.

Ukushumayela NgaseMfuleni IXingu

Iqembu loFakazi lahamba ngesikebhe esingamamitha angu-15 ubude ukuze liyoshumayeza abantu abahlala ezindaweni ezingasemfuleni ngoMbuso kaNkulunkulu.

Abathandi Benkululeko Bahlangana Kuyi-Armada

OFakazi BakaJehova basebenzisa izinqola zezincwadi ukuze bahambisele izivakashi ezazize embuthanweni wakulo nyaka wamaholidi ka-December eFrance.

Iminyaka Engu-70 YeSikole SaseGileyadi

Ngo-February 1, 1943, kwaqhutshwa ikilasi lokuqala lesikole esikhetheke ngempela enyakatho yeNew York. Sesiqeqeshe izikhonzi eziningi kakhulu ukuba zifundise abanye ngoNkulunkulu.

Kungani Befunda IsiBengali?

Kungani oFakazi BakaJehova abangu-23 eQueens, eNew York, e-U.S.A., muva nje befunde ukukhuluma nokufunda isiBengali?

Isiqeshana Se-video: Awuthi Ngibone!

Bona indlela umkhankaso okhethekile wokushumayela eManhattan, eNew York, owenze ngayo abantu abaningi bathola izincwadi ezisekelwe eBhayibhelini.

Into Entsha EManhattan, ENew York

Funda ngomkhankaso okhethekile wokutshela abantu ngesigijimi seBhayibheli.