Dlulela kokuphakathi

Izindaba Zomhlaba Wonke

 

2024-05-08

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #3

Kulo mbiko, sizoxoxa ngezimiso zeBhayibheli ezisisiza sikhethe indlela esizogqoka nesizozilungisa ngayo.

2024-03-15

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #2

Kulo mbiko, sizoxoxa ngendlela uBaba wethu omuhle uJehova, abonisa ngayo ukuthi “ufisa ukuba bonke baphenduke.” (2 Pet. 3:9) Sizozwa nangoshintsho endleleni evamile esigqoka ngayo lapho siya ezindaweni ezinjengenkonzo yasensimini, imihlangano yebandla nemihlangano emikhulu.

2024-01-29

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #1

Thola ukuthi uthando esinalo ngabantu lusenza kanjani sishiseke enkonzweni.

2024-01-26

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #8

Thola indlela esibonisa ngayo ukuthi siyizikhonzi zikaNkulunkulu ngezinqumo esizenzayo endabeni yokugqoka nokuzilungisa, nendlela esingabukhuthaza ngayo ubunye ebandleni.

2023-10-23

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #7

Thola imininingwane ngencwadi entsha enesihloko esithi ImiBhalo Ewusizo Ekuphileni KwamaKristu kanye nesihloko sonyaka ka-2024.

2023-10-23

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #6

Kulo mbiko, ilungu leNdikimba Ebusayo lethula ingxoxo ekhuthazayo kaNegede Teklemariam.

2023-08-30

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #5

Kulo mbiko, ilungu leNdikimba Ebusayo lethula ingxoxo ekhuthazayo kaDennis no-Irina Christensen.

2023-05-29

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #4

Kulo mbiko, ilungu leNdikimba Ebusayo lisenza silangazelele ukuhlangana ngokoqobo emihlanganweni yesifunda, liphinde lixoxe ngendlela uJehova asivikela ngayo ngokomoya.

2023-05-29

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #3

Ilungu leNdikimba Ebusayo libonisa indlela abafowethu nodadewethu abamenza ngayo uJehova abe isiphephelo sabo naphezu kovivinyo noma izinhlekelele.

2023-03-16

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #2

Ilungu leNdikimba Ebusayo lisibikela ngabafowethu baseTürkiye, liphinde libe nezingxoxo ezikhuthazayo.

2023-01-06

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #1

Sikukhuthaza ukuba ubuke lo mbiko ukuze uzwe izindaba ezimnandi ngomsebenzi waseRamapo nezaziso eziphathelene namaphayona ethu.

2022-12-02

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2022 #8

Ilungu leNdikimba Ebusayo lisikhuthaza ukuba sihlale sikulungele ukuvumelana nezimo lapho inqola kaJehova iya phambili.

2022-11-25

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2022 #7

Ilungu leNdikimba Ebusayo lisikhuthaza ukuba silungele ukuthatha isinyathelo ngokushesha lapho sibona ingozi.

2022-09-02

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2022 #6

Ilungu leNdikimba Ebusayo likhuluma ngemibiko yakamuva nangesaziso sombhalo wonyaka ka-2023.