Dlulela kokuphakathi

Lifundisani Ngempela IBhayibheli? (Izinsiza-kufunda)

Dawuniloda lezi zinsiza-kufunda uzisebenzise kanye nencwadi ethi Lifundisani Ngempela IBhayibheli? Hlola izinkolelo zakho nalokho iBhayibheli elikufundisayo futhi ufunde indlela ongavikela ngayo izinkolelo zakho.

ISAHLUKO 1

Liyini Iqiniso NgoNkulunkulu?—Ingxenye 1

Ubungathini uma umuntu engathi, “UNkulunkulu ujezisa izoni ngokuzenza zihlupheke”?

ISAHLUKO 1

Liyini Iqiniso NgoNkulunkulu? (Ingxenye 2)

Kungenzeka ngempela ukuba umngane kaNkulunkulu?

ISAHLUKO 2

IBhayibheli—Incwadi Evela KuNkulunkulu (Ingxenye 1)

IBhayibheli lalotshwa abantu, khona-ke lingaba kanjani ‘incwadi evela kuNkulunkulu’?

ISAHLUKO 3

Iyini Injongo KaNkulunkulu Ngomhlaba? (Ingxenye 1)

Ingabe wayehlose ukuba izinto zibe njengoba zinjalo manje?

ISAHLUKO 3

Iyini Injongo KaNkulunkulu Ngomhlaba? (Ingxenye 2)

Uma kuwukuthi uNkulunkulu uhlose ukuba umhlaba ube yipharadesi, kungani ungelona njengamanje?

ISAHLUKO 3

Iyini Injongo KaNkulunkulu Ngomhlaba? (Ingxenye 3)

Ingabe uNkulunkulu wayehlose ukuba izinkinga zezwe zixazululwe abantu?

ISAHLUKO 4

Ungubani UJesu Kristu? (Ingxenye 1)

Ungamphendula kanjani umuntu othi uJesu wayemane nje eyindoda elungile kuphela?

ISAHLUKO 4

Ungubani UJesu Kristu? (Ingxenye 2)

Ungamphendula kanjani umuntu othi uJesu ulingana noNkulunkulu?

ISAHLUKO 4

Ungubani UJesu Kristu? (Ingxenye 3)

Waba kanjani inhlanganisela ephelele yamandla nobumnene?

ISAHLUKO 5

Isihlengo—Isipho SikaNkulunkulu Esikhulu Kunazo Zonke (Ingxenye 1)

Ingabe kungenzeka ukuba uzuze insindiso ngemisebenzi yokholo?

ISAHLUKO 5

Isihlengo—Isipho SikaNkulunkulu Esikhulu Kunazo Zonke (Ingxenye 2)

Ukufa kwendoda eyodwa ezinkulungwaneni zeminyaka edlule kungakuthinta kanjani ukuphila kwakho namuhla?

ISAHLUKO 6

Bakuphi Abafileyo? (Ingxenye 1)

Ingabe bayaphila kwenye indawo? Ingabe bayasha esihogweni somlilo?

ISAHLUKO 6

Bakuphi Abafileyo? (Ingxenye 2)

Ingabe ukufa kuyingxenye engokwemvelo yokuphila?

ISAHLUKO 7

Ithemba Langempela Ngabathandekayo Bakho Abafile (Ingxenye 1)

Uma ulusizi ingabe lokho kusho ukuthi untula ukholo ovukweni?

ISAHLUKO 7

Ithemba Langempela Ngabathandekayo Bakho Abafile (Ingxenye 2)

Ungamphendula kanjani umuntu othi indaba yovuko izwakala ingelona iqiniso?

ISAHLUKO 8

Uyini UMbuso KaNkulunkulu? (Ingxenye 1)

Yini engenza uNkulunkulu akhethe abantu ukuba babuse njengamakhosi ezulwini kuyilapho enezingelosi eziningi ezithembekile abengakhetha kuzo?

ISAHLUKO 8

Uyini UMbuso KaNkulunkulu? (Ingxenye 2)

Yini osuyifezile kakade? Yini ozoyenza esikhathini esizayo?

ISAHLUKO 9

Ingabe Siphila “Ezinsukwini Zokugcina”? (Ingxenye 1)

Abanye bakuthola kunzima ukukholelwa ukuthi siphila ezinsukwini zokugcina. Iziphi izizathu ezikuqinisekisa ngokuthi siseduze nesiphelo salesi simiso sezinto?

ISAHLUKO 9

Ingabe Siphila “Ezinsukwini Zokugcina”? (Ingxenye 2)

IBhayibheli lisho izinto eziningi ezinhle mayelana nezinsuku zokugcina.

ISAHLUKO 10

Izidalwa Zomoya—Indlela Ezisithinta Ngayo (Ingxenye 1)

Ingabe zikhona izingelosi? Zikhona izingelosi ezimbi? Sebenzisa le nsiza-kufunda ukuze uthole izimpendulo.

ISAHLUKO 10

Izidalwa Zomoya—Indlela Ezisithinta Ngayo (Ingxenye 2)

Ingabe kukhona okungalungile ngokuzama ukuthintana ngemimoya?

ISAHLUKO 11

Kungani UNkulunkulu Evumela Ukuhlupheka? (Ingxenye 1)

Uma uNkulunkulu enawo wonke amandla, akuyena ke yini okufanele simsole ngazo zonke izinto ezimbi ezenzekayo?

ISAHLUKO 11

Kungani UNkulunkulu Evumela Ukuhlupheka? (Ingxenye 2)

ImiBhalo inikeza impendulo ecacile neyanelisayo kulo mbuzo onzima.

ISAHLUKO 12

Ukuphila Ngendlela Ejabulisa UNkulunkulu (Ingxenye 1)

Ingabe ungaba umngane kaNkulunkulu? Hlola lokho okukholelwayo kanye nezizathu, bese uhlola lokho okushiwo yiBhayibheli.

ISAHLUKO 12

Ukuphila Ngendlela Ejabulisa UNkulunkulu (Ingxenye 2)

Ingabe singamjabulisa uNkulunkulu nakuba uSathane ezama ukusibangela izinkinga?

ISAHLUKO 12

Ukuphila Ngendlela Ejabulisa UNkulunkulu (Ingxenye 3)

Ukuvumelanisa ukuphila kwakho nezimiso zeBhayibheli kudinga ukuzikhandla. Ingabe kuwufanele umzamo?

ISAHLUKO 13

Umbono KaNkulunkulu Ngokuphila (Ingxenye 1)

Ukuphila yisipho esivela kuNkulunkulu. Singayibonisa kanjani inhlonipho ngokuphila kwethu nokwabanye?

ISAHLUKO 13

Umbono KaNkulunkulu Ngokuphila (Ingxenye 2)

Le nsiza-kufunda ngeke ikusize kuphela ekuhloleni izinkolelo zakho ngokumpontshelwa igazi, kodwa izokusiza ukwazi nokuchaza izinkolelo zakho kwabanye.

ISAHLUKO 14

Indlela Yokwenza Ukuphila Komndeni Wakho Kujabulise (Ingxenye 1)

Siyini isihluthulelo sokuba nomshado ojabulisayo? Hlola izinkolelo zakho, hlola lokho okufundiswa iBhayibheli ufunde nendlela yokuchazela abanye ngezinkolelo zakho usebenzisa le nsiza-kufunda.

ISAHLUKO 14

Indlela Yokwenza Ukuphila Komkhaya Wakho Kujabulise (Ingxenye 2)

Abazali nezingane bangazuza kanjani esibonelweni sikaJesu. Hlola izinkolelo zakho nombono weBhayibheli

ISAHLUKO 15

Inkolo Eyamukelwa UNkulunkulu (Ingxenye 2)

Ukuze uNkulunkulu akuthande, kwanele yini ukukholelwa ukuthi ukhona, noma kukhona okunye akulindele kulabo abamkhonzayo?

ISAHLUKO 16

Melela Inkolo Yeqiniso (Ingxenye 1)

UNkulunkulu uyakwamukela yini ukugujwa kwezinsuku zokuzalwa, amaholidi nokusetshenziswa kwezithombe lapho simkhonza? Lithini iBhayibheli?

ISAHLUKO 16

Melela Inkolo Yeqiniso (Ingxenye 2)

Ungabachazela kanjani abanye ngezinkolelo zakho ngaphandle kokubacasula futhi ubonise inhlonipho ngezinto abazikholelwayo?

ISAHLUKO 17

Sondela KuNkulunkulu Ngomthandazo (Ingxenye 3)

IBhayibheli lisifundisa ukuthi uNkulunkulu uyiphendula ngezindlela ezihlukahlukene imithandazo. Angayiphendula kanjani futhi nini imithandazo yakho?

ISAHLUKO 18

Ubhapathizo Nobuhlobo Bakho NoNkulunkulu (Ingxenye 1)

Kungani kufanele amaKristu abhapathizwe? Kufanele kube yini isizathu sokuba umKristu afune ukubhapathizwa?

ISAHLUKO 18

Ubhapathizo Nobuhlobo Bakho NoNkulunkulu (Ingxenye 2)

Yini okufanele umKristu ayenze ngaphambi kokuzinikela kuJehova? Ukuzinikela kwakhe kuzithinta kanjani zonke ezinye izinqumo angase azenze?

ISAHLUKO 19

Hlala Othandweni LukaNkulunkulu (Ingxenye 1)

Ungazigcina kanjani useduze noJehova? Le nsiza-kufunda ingakusiza uhlole izinkolelo zakho, ukwazi nokuchazela abanye.